lirikcinta.com
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

lirik lagu ofana nawe – sabelo mthembu

Loading...

ang’kaze ng’bon’ ofana nawe kuwo wonke lomhlaba
ubuhle bakho abuthengwa bukhanya noma uhamba
unkulunkulu watshala kuw’ imbewu waze wanisela ngamanzi acwebile
wentombazane ungadel’ ubuhle obuvela phakathi

akaz’ abon’ ofana naw’ amehlo ami, akaz’ abon’ ofana nawe

anginandaba nemvelaphi yakho ngish’ isiqu sakho
ngithand’ indel’ ophath’ abantu ngayo nokuzotha kwakho
khumbul’ ukuthi ubuhle obuvela ngaphakathi bungaw’jika ngish’ umphefumlo
wentombazane kuko konke oyiko ngithand’ inhliziyo

lirik lagu lainnya :

YANG LAGI NGE-TRENDS...

Loading...