lirikcinta.com
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

lirik lagu uzoyithola kanjani – mandoza

Loading...

[intro]
uzoyithola kanjani uhleli ekhoneni
emali emali engeke izizele kuwe
mele wena uphande yona khona manje vuka
uzoyithola kanjani uhleli ekhoneni
eh bafethu inyuku inyuku, inyuku iyafuneka aka gtz
aw uyangithola sengiphuma kanje

[verse 1]
ya makhala njalo
mawubona mina njalo ubona imali
everyday ukhala nga something
namhlanje ukhala ngani
sometimes ukhala ngenkouza
sometimes ukhala nge beer
sometimes ukhala ngama papa
kanti wena uzoziphandela nini
ay sikhathele ne
evuka uzenzele gazilami
ey sikhathele ne
vuka emaqandeni mpintshi yami
kanti kwakhala nyonini
kanti kwenzakalani lakuwe, tshele mina uzimiseleni
ey skhathele ne

[chorus]
uzoyithola kanjani uhleli ekhoneni [x4]

[verse 2]
ukhala nga something (something)
while the sgubhu is pumping
uqeda isinkwa sabantwana kulikhuni ukuba yindoda
ukhala nga something (something)
while the sgubhu is pumping
i see mandoza on the window ahamba namaboza
athi woza siphiwe foloza
ngoba uyagoloza

muyekeleni muyekeleleni
muyekeleni muyekeleleni muyekeleni muyekeleleni
khona azokwazi ukufuna ukuphanda
muyekeleni muyekeleleni, muyekeleni muyekeleleni
muyekeleni muyekeleleni khona azokwazi ukuphanda
ahhh ya haa uzoyithola kanjani [x3]

awuvuka ekuseni six time vroeg in the morning
sowusekhoneni uhlapha abaya emsebenzini
uzovuka nini ufane nabob hade lami
isikhathi siyakushiya walala walimala
muyekeleni muyekeleleni
muyekeleni muyekeleleni muyekeleni muyekeleleni
khona azokwazi ukufuna ukuphanda
muyekeleni muyekeleleni (guluva)
muyekeleni muyekeleleni muyekeleni muyekeleleni (e clever)
khona azokwazi ukuphanda

[chorus]
uzoyithola kanjani uhleli ekhoneni [x7]

[verse 3: general]
ek verstaan you get down ubamba inkunzi
wenza umuhlolo emakhoneni
izijutha ukuthi kuyafana usix no9
12 o’clock emini ilanga lishisa
sowumugwazile ukhipha i4/5 ushaya i6/9
uzijutha ukuthi wena u6 no 9
kini bayakusaba ungena ngo 12
wu 1 wu 6 wu 7 kuyafana kuwe

muyekeleni muyekeleleni
muyekeleni muyekeleleni muyekeleni muyekeleleni
before ashayisana namabonda
muyekeleni muyekeleleni
muyekeleni muyekeleleni muyekeleni muyekeleleni

[chorus]
uzoyithola lento ayifunayo
uzoyithola kanjani uhleli ekhoneni [x7]

lirik lagu lainnya :

YANG LAGI NGE-TRENDS...

Loading...