lirikcinta.com
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

wena wedwa - nana atta lyrics

Loading...

[intro]
uh
(ooh yeah yeah yeah)
hey baby
ng’yazi , ng’yazi ukuthi
awuyizwa lent’wengiyishoyo but

[chorus]
ngithanda wena wedwa
ngithanda uma ungisondez’ eduze kwakho (oh, oh, baby, ayy)
ngithanda wena wedwa
ngithanda uma ungisondez’ eduze kwakho (oh, oh, baby, ayy)

[verse 1]
ngathi awuyazi indlela engikuthanda ngayo
noma ngikuchazela
ngathi awungizwa, no, no, no
ubona wonke lamehl’athe njo la kimi
bes’ uyatatazela
ngingowakho kuphela, ooh, baby

[verse 2]
noma ungekh’ eduze kwami (ooh, ooh, ayy)
(sondezeduze kwakho)
ayikh’evala esakho isikhala baby (oh, oh, oh)
yebo baningi bezibika (ooh, ooh, yeah)
(sondeze duze kwakho)
kodwa inhliziyo yami ilele kuwe, yeah
[chorus]
ngithanda wena wedwa
ngithanda uma ungisondez’ eduze kwakho (oh, no, baby, ayy)
ngithanda wena wedwa
ngithanda uma ungisondez’ eduze kwakho (oh, no, baby, ayy)

Random Song Lyrics :

Popular

Loading...