lirikcinta.com
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

lirik lagu ngithathe – aya

Loading...

aya – ngithathe

ngihlale ngicabangana nawe, nsuku zonke
awukho umzuzu odlulayo, ukuphumula angik’tholi
ngisabathe ngiyaziqinisa, kuphela amandla
meke ngabona wena eduze kwami…
ngimane ngihluleke ukuzibamba

chorus:
ngithathe ngingowakho
(ng’zokwenza noma yini oyidingayo)
ngithathe ngingowakho
(amaqhinga aphelile ngithathe)
ngithathe ngingowakho
(kanti awuzwa yini)
ngithathe ngingowakho
(oooh wow)

imizwa yami ijulile njengolwandle
nginakho konke empilweni, kushoda uthando kuphela
isombululo salenkinga yami, sthandwa nguwe
awuliboni ibhasi libhaliwe, ngidinga wena empilweni yami

chorus

bridge:
ngicela ung’thathe ngingowakho angiphiki
(woza ung’thathe, ngicela ung’thathe)
ngicela ung’thathe ngingowakho ngivumile
(woza ung’thathe, ngingowakho oh)

repeat till finish

lirik lagu lainnya :

YANG LAGI NGE-TRENDS...

Loading...