lirik lagu vulinhliziyo – swazi dlamini
verse1:
is’khathi sami sonke nawe
bes’gcwele injabulo njalo
konke ebengik’dinga ngingak’swele
ngiyazi indaba yami nawe
ay’phelanga kamunandi
ngak’phula inhliziyo, ngithethelele
ngang’ngaboni ngangingazi
ukuthi uyis’busiso sami
ngak’xhaphaza, ngak’laxaza shwele…
chorus:
ngihlale ngithandaza kanje
ukuthi siyoze s’buyelane
noma isimo sil’khuni, ng’zohlala ethembeni…
ngihlale ngithandaza kanje
verse2:
seng’khulile, seng’bonile
seng’hambile, seng’fundile
(uthando ol’njengolwakho al’velele) bvs
ngiyazi ngak’cekela phansi
ngiyaz’vuma zonke izono zami
manje ngiyangqongqoza ngivulele
vula inhliziyo, vula inhliziyo yakho
vula inhliziyo… ngiyancenga nje ooh (ngihlale ngithandaz’)
chorus
bridge/breakdown:
ngeke ngiphinde, ngeke ngilinge
ngik’lahle… ngiyak’thembisa x2
mungangipha ithuba nje
sthandwa siyofa silahlane
ngiyasho ngingowakho njena x2
chorus (repeat, fade)
lirik lagu lainnya :
- kumpulan lirik lagu ao dmk › lirik lagu relapse – ao dmk
- kumpulan lirik lagu yook sungjae › lirik lagu 또 사랑하고 만다 (fall in love again) – yook sungjae
- kumpulan lirik lagu mangasuicide › lirik lagu openyourthirdeyeandwitnesshell – mangasuicide
- kumpulan lirik lagu tenement › lirik lagu keep your mouth shut – tenement
- kumpulan lirik lagu the brothers four › lirik lagu norwegian wood (this bird has flown) – the brothers four
- kumpulan lirik lagu yxung syrome › lirik lagu love me again – yxung syrome
- kumpulan lirik lagu first to eleven › lirik lagu jar of hearts – first to eleven
- kumpulan lirik lagu yodas › lirik lagu get shook – yodas
- kumpulan lirik lagu johannes oerding › lirik lagu porzellan – johannes oerding
- kumpulan lirik lagu chefdenker › lirik lagu germany’s next systemgastronom/in – chefdenker