
ikhemisi - asap shembe & fireman lyrics
[verse 1 asap shembe]
vuka molele
akekho ozok’thint-tha
vese egoli, asthembi muntu, ngiyakutshela
insimbi yecopper igobwa ebsuku, wena baleka
silamba njani icebo liziveza clean?
lent’ ukuthi ujwayezwe ukuphiwa
akaze uyibambe ngezandla nzombili
mina eyami ngiyayilwela, siyavithiza
[verse 2 fireman]
washa wa phela ama ntongomane
izintombi zanga kini zigcwala ngami
ngishisa ekhwesini okwe hlanganani
ubongi thinta uma une number yami
ufuna ukwazi ukuthi siyenza ngani
ukubuza udokotela kuyoku siza ngani?
hlala phansi usike utjani maani
ngeke ngizwe ngani ngi nezi nkinga zami
hawe ma, hawe ma
ubuhle bezwe in the bilidi
hawe unamanga
uthanda intsizwa yanga kithi
mina ngethiwa ngom’lilo
udlangamandla wenza imilingo
maye babo umuntu w-nga kithi
uthanda mali ulahle isiko
[chorus]
ngikulapha kwekhemisi
gxumise kwexoxo eb-mnyameni
ung-yidli inyama eningi
imbiza yegazi inuka ekhaleni
ngikulapha kwekhemisi
gxumise kwexoxo eb-mnyameni
ung-yidli inyama eningi
imbiza yegazi inuka ekhaleni x2
Random Song Lyrics :
- poisoning pigeons in the park (orchestral) - tom lehrer lyrics
- time that i can borrow - calum bowie lyrics
- just that swing - jason orbaum lyrics
- keshidi par - chvrsi & saeed dehghan lyrics
- the beating - daemon lyrics
- recaída - zahcca lyrics
- subway - ntx (엔티엑스) lyrics
- blue christmas - the philly specials lyrics
- incontournable - larsen (fra) lyrics
- intizar - kamil qədimzadə lyrics