imilanjwana - bhekumuzi luthuli lyrics
ozel’amantombazana uyefana nozel’izinsizwa
nozel’izinsizwa uyefana nozel’amantombazana
ziyafan’iyinkinga
ozel’amantombazana uyefana nozel’izinsizwa
nozel’izinsizwa uyefana nozel’amantombazana
uma sish’inkinga
uma sish’amaproblems
ngikhal’esami nawe ukhal’esakho
nomzal’ukhal’esakhe
ukhal’esakho nami ngikhala esami
nomzal’ukhal’esakhe
ngizel’insizwa zodwa (nank’amacala la ekhaya)
(nank’amacala la ekhaya)
ngafa amacala (nank’amacala)
ngizel’insizwa zodwa (nank’amacala la ekhaya)
(nank’amacala la ekhaya)
ngafa amacala (nank’amacala)
uzel’iyintombi zodwa (mash’umlanjwana la ekhaya)
(mash’umlanjwana la ekhaya)
umash’umlanjwana (mash’umlanjwana)
uzel’iyintombi zodwa (mash’umlanjwana la ekhaya)
(mash’umlanjwana la ekhaya)
umash’umlanjwana (mash’umlanjwana)
kuzalwa ngapha nangapha nangapha
kuzalwa ngapha nangapha nangapha
sith’uma sish’iyinkinga
kuzalwa ngapha nangapha nangapha
(mash’umlanjwana la ekhaya)
(mash’umlanjwana la ekhaya)
(mash’umlanjwana)
ngiyayisol’imali yeqolo inesandla kulento
angisho ukuthi ngithini
ozel’amantombazana uyefana nozel’izinsizwa
nozеl’izinsizwa uyefana nozel’amantombazana
ziyafan’iyinkinga
ozel’amantombazana uyеfana nozel’izinsizwa
nozel’izinsizwa uyefana nozel’amantombazana
uma sish’inkinga
uma sish’amaproblems
ngikhal’esami nawe ukhal’esakho
nomzal’ukhal’esakhe
ukhal’esakho nami ngikhala esami
nomzal’ukhal’esakhe
ngizel’insizwa zodwa (nank’amacala la ekhaya)
(nank’amacala la ekhaya)
ngafa amacala (nank’amacala)
ngizel’insizwa zodwa (nank’amacala la ekhaya)
(nank’amacala la ekhaya)
ngafa amacala (nank’amacala)
uzel’iyintombi zodwa (mash’umlanjwana la ekhaya)
(mash’umlanjwana la ekhaya)
umash’umlanjwana (mash’umlanjwana)
uzel’iyintombi zodwa (mash’umlanjwana la ekhaya)
(mash’umlanjwana la ekhaya)
umash’umlanjwana (mash’umlanjwana)
Random Song Lyrics :
- big boss groove - the style council lyrics
- una canzone d'amore - nino buonocore lyrics
- d'julianne - brian webb lyrics
- great expectations - the new year lyrics
- rock me in ya cradle - hard rain lyrics
- conmigo - jair rodriguez lyrics
- illinois state police - the busters lyrics
- foreign - kfresh lyrics
- no me amenaces - lucha villa lyrics
- better yet l'trimm - l'trimm lyrics