
imithandazo - champ ke star, chvnce lyrics
imithandazo(ft.banzy slangwe)
intro: banzy slangwe
k’thiwa engakhali ifela embelekweni
ngakho ngyakhala ngicela ning’sizeni
k’thiwa engakhali ifela embelekweni
ngakho ngyakhala ngicela ning’sizeni
ak’lungi
ak’khanyi
k*mnyama
kunzima
m’thandazo yami
ak’lungi
ak’khanyi
k*mnyama
kunzima
m’thandazo yami
hook: banzy slangwe
k’thiwa engakhali ifela embelekweni
ngakho ngyakhala ngicela ning’sizeni
k’thiwa engakhali ifela embelekweni
ngakho ngyakhala ngicela ning’sizeni
ak’lungi
ak’khanyi
k*mnyama
kunzima
nenkosi iyay’ziba imithandazo yami
ak’lungi
ak’khanyi
k*mnyama
kunzima
nenkosi iyay’ziba imithandazo yami
verse 1: chvnce
ngibeka idolo phansi
ngibiza umvelinqangi
impilo ayikho lula mina ngiza kuwe
nkosi ngenelela
ngibeka idolo phansi
ngibiza umvelinqangi
fezi phupho lami ahlele impilo yami
angikhanyisele isibani
impilo inzima
impilo inzima
(nkosi ngenele, ngenelela, ngenelela)
hook: banzy slangwe
k’thiwa engakhali ifela embelekweni
ngakho ngyakhala ngicela ning’sizeni
k’thiwa engakhali ifela embelekweni
ngakho ngyakhala ngicela ning’sizeni
ak’lungi
ak’khanyi
k*mnyama
kunzima
nenkosi iyay’ziba imithandazo yami
ak’lungi
ak’khanyi
k*mnyama
kunzima
nenkosi iyay’ziba imithandazo yami
verse 2: champ ke star
nam ng’suka phansi
ngifuna vele uk’ndiza kude
nkosi ngyathandaza
cel ungizwe mangikhuluma
izinto ay’hlangani
sengthembe wena ongaphezulu
izinto ay’hlangani
sengithembe wena ongabonwayo
kunzima kulomhlaba
nam ngyazama koda aklungi
kunzima kulomhlaba
nam ngyaphanta
koda akukhanyi
nomzali senokukhala
athi kanti vele ang’popi
nomzali senokukhala
ethi vele ngimosha imali
nam ang’funa impilo encono
mdali ngibambe isandla
ng’phokophele phambili
mdali ang’nako nokwibamba
geza umzimba wam nam
ng’hlanzwe
futhi kukhanye
syodla izwi lemvana
kyoze khanye naphakade
ngifuna iksasa lam
lingafani nanezolo
nam ngifuna ukukwazi
ukubeka isinkwa etafuleni
mdali ngyathandaza
cela ungizwe mangikhuluma
sekuphele wona amazwi
sengiswela nokwichaza
hook: banzy slangwe
k’thiwa engakhali ifela embelekweni
ngakho ngyakhala ngicela ning’sizeni
k’thiwa engakhali ifela embelekweni
ngakho ngyakhala ngicela ning’sizeni
ak’lungi
ak’khanyi
k*mnyama
kunzima
nenkosi iyay’ziba imithandazo yami
ak’lungi
ak’khanyi
k*mnyama
kunzima
nenkosi iyay’ziba imithandazo yami
Random Song Lyrics :
- avocado cigarettes - n!cky g lyrics
- kız sen geldin çerkeşden - münip utandı lyrics
- zombie life - hamza lyrics
- the percocet & stripper joint - future lyrics
- check on me - dj esco lyrics
- gold can turn to sand - josh groban lyrics
- bad names - save the lost boys lyrics
- i wanna come back to you - crystal gayle lyrics
- miro - romeo lyrics
- acid - fossils lyrics