
inyanga - cici lyrics
[intro]
ngzobhalel’ ikhumbul’ekhaya
[chorus]
sekuphel’ inyanga dali, ngingakubonanga
sekuphel’ unyanga dali aaah
sekuphel’ inyanga dali, ngingakubonanga
sekuphel’ inyanga dali aaah
[verse 1]
wesoka lami, wedali sthandwa sami
akekh’ omunye ofana nawe
wesoka lami, wedali sthandwa sami
akekh’ omunye ofana nawe
[pre*chorus]
ngzobhalel’ ikhumbul’ekhaya
inhliziy’ ishay’uzamqolo
kodw’ungenzani wedali?
ngzobhalel’ ikhumbul’ekhaya
inhliziy’ ishay’uzamqolo
kodw’ungenzani wedali?
[chorus]
sekuphel’ inyanga dali, ngingakubonanga
sekuphel’ unyanga dali aaah
sekuphel’ inyanga dali, ngingakubonanga
sekuphel’ inyanga dali aaah
[verse 2]
aw we*lovie wami, awusang’khumbuli na?
kunini ngingalali love aaah
aw wesoka lami
ng’size ungang’lahli love
ubuyel’ekhaya
[pre*chorus]
ngzobhalel’ ikhumbul’ekhaya
inhliziy’ ishay’uzamqolo
kodw’ungenzani wedali?
ngzobhalel’ ikhumbul’ekhaya
inhliziy’ ishay’uzamqolo
kodw’ungenzani wedali?
[bridge]
sekuphel’ inyanga dali
sekuphel’ inyanga dali aaah
sekuphel’ inyanga dali
sekuphela’ inyadali aaah
[chorus]
sekuphel’ inyanga dali, ngingakubonanga
sekuphel’ unyanga dali aaah
sekuphel’ inyanga dali, ngingakubonanga
sekuphel’ inyanga dali aaah
[outro]
ngizobhalel’ ukhumbul’ekhaya
inhliziy’ ishay’uzamqolo
kodw’ ungenzani wedali aaa?
ngizobhalel’ ukhumbul’ekhaya
inhliziy’ ishay’uzamqolo
kodw’ ungenzani wedali aaa?
Random Song Lyrics :
- que más da - dikers lyrics
- home on the range - alvin and the chipmunks lyrics
- turn it on - peaches lyrics
- night riders (9th wonder remix) - boot camp clik lyrics
- textile - anton serra lyrics
- pistol poppin' - ca$his lyrics
- fenomeno (early demo) - fabri fibra lyrics
- my reason why - blaze foley lyrics
- sala 8 - angel negro lyrics
- duke of marlborough by maddy prior - maddy prior lyrics