
umuzi we glass - danya devs, empro, nomfundo moh, kinglee beats & makhosi lyrics
[intro]
(fak’intelezi kinglee)
[pre*chorus: danya devs]
nginama plan amangaka (uh)
nginey’fiso ey’ngaka (uh)
ingakho ngisebenza (uh)
lalela wemkami
nginama plan amangaka (uh)
nginey’fiso ey’ngaka (uh)
ingakho ngisebenza (uh)
lalela wemkami
[chorus: danya devs]
dali umuzi we glass
dali umuzi we glass
mina ngizokwakhela
mina ngizok’thengela
dali umuzi we glass
dali umuzi we glass
mina ngizokwakhela
mina ngizok’thengela
[verse 1: nomfundo moh]
w*ng’shela ngak’qoma
ufuna ukungilobola
asishaye i*vacation
sihambe siyophola
siyi combo ye*ice ne coca cola
siyi combo ye*ice ne coca cola
[chorus: danya devs]
dali umuzi we glass
dali umuzi we glass
mina ngizokwakhela
mina ngizok’thengela
dali umuzi we glass
dali umuzi we glass
mina ngizokwakhela
mina ngizok’thengеla
[verse 2: empro]
umuhle ngiyak’ncoma
umuhle ngiyak’ncoma
bafuna ukuzenza wеna, bayak’ photocop*a
they tryna be like you, bayak’ photoshop*a
uyiphilisi lami, ngiyak’ overdos*a
[chorus: danya devs]
dali umuzi we glass
dali umuzi we glass
mina ngizokwakhela
mina ngizok’thengela
dali umuzi we glass
dali umuzi we glass
mina ngizokwakhela
mina ngizok’thengela
[verse 3: makhosi]
uthando olucijile
msizi siyawulola
dali ungifaka kwi fridge, manginawe ngiyaphola
nhloso zami sihlobile, nhliziyo uyayigeza
kuloluthando s’pholile, ukuhlukana khohlwa
[pre*chorus: danya devs]
nginama plan amangaka (uh)
nginey’fiso ey’ngaka (uh)
ingakho ngisebenza (uh)
lalela wemkami
nginama plan amangaka (uh)
nginey’fiso ey’ngaka (uh)
ingakho ngisebenza (uh)
lalela wemkami
[chorus: danya devs]
dali umuzi we glass
dali umuzi we glass
mina ngizokwakhela
mina ngizok’thengela
dali umuzi we glass
dali umuzi we glass
mina ngizokwakhela
mina ngizok’thengela
Random Song Lyrics :
- marauder - a.leech lyrics
- rock this smoove - vic mensa & maeta lyrics
- galileo (japanese version) - kep1er (케플러) lyrics
- leave and live - leewar the maniac & nowan lyrics
- talk about it - zion tayga & villinaii lyrics
- almost heaven - rosegarden funeral party lyrics
- lauryn will - jaytown lyrics
- the wither - bslick lyrics
- enjoy your trap - tryhardninja lyrics
- wind in my hair - black sea dahu lyrics