
vula amasango - de mogul sa lyrics
[intro]
hhay iyayayaya
vula amasango vula
hhay iyayayaya
le nhliziyo ngeyakho
oh baby oh baby
[verse one]
kuning’ okwenza kimi
ungenza ngizizwe ngiphilile
manginawe ngisuke ngiphelele
amehlo ami abona wena wedwa
honey ooh, honey ooh
kubo bonke mina ngifuna wena
honey ooh, honey ooh
kubo bonke kodwa…
[hook]
yabona le nhliziyo
nguw’ opheth’ istshixo sayo
yabona le nhliziyo
nguw’ opheth’ istshixo sayo
yabona vula amasango
uhlale kuyo, hlale kuyo, uhlale kuyo
yabona vula amasango
[verse two]
i wouldn’t trade you for anything
i mean, anything in this world
uyikho konke kimi
uleth’ injabulo kimi
honey ooh, honey ooh
kubo bonke mina ngifuna wena
honey ooh, honey ooh
kubo bonke kodwa…
[hook]
yabona le nhliziyo
nguw’ opheth’ istshixo sayo
yabona le nhliziyo
nguw’ ophеth’ istshixo sayo
yabona vula amasango
uhlale kuyo, hlale kuyo, uhlale kuyo
yabona vula amasango
Random Song Lyrics :
- 6 inch - beyoncé lyrics
- ju njoh mir - noizy lyrics
- take a walk with me - royal naval reserve lyrics
- tragic kind of love - saliva lyrics
- fastest rap ever - roomie lyrics
- shola - ceecollins lyrics
- artistic license - dead earth politics lyrics
- that boy - b-nice lyrics
- runarmal - sig:ar:tyr lyrics
- understand - jme lyrics