inumber - dr. mavibes lyrics
[pre*chorus: manny yack]
angilali ekhaya mina namhlanje
mama ngicela ungangiphakeli
ngizobuya kusasa noma ngo monday
mama ngicela ungangikwateli
angilali ekhaya mina namhlanje
mama ngicela ungangiphakeli
ngizobuya kusasa noma ngo monday
mama ngicela ungangikwateli
[chorus: manny yack]
lana kusha i*number
sivusa omakhelwane
sivusa omakhelwane
futhi thina asilali
ngithi lana kusha i*number
sivusa omakhelwane
sivusa omakhelwane
futhi thina asilali
ngithi lana kusha i*number
sivusa omakhelwane
sivusa omakhelwane
futhi thina asilali
ngithi lana kusha i*number
sivusa omakhelwane
sivusa omakhelwane
futhi thina asilali
[post*chorus: manny yack]
sidla amanzi kagesi
sekushubile sishaya lezi
sidla amanzi kagesi
sekushubile sishaya lezi
sidla amanzi kagesi
sekushubile sishaya lezi
sidla amanzi kagesi
sekushubile sishaya lezi
[verse 1: manny yack]
ngishisa bhe ngijulukile njoba ubona k*manzi phansi
nanku omunye esequleka, please mutheleni ngamanzi
angazi nokuthi ngisele namalini kwi account
sobona kusasa ekuseni, kwamanje impilo imnandi

[instrumental]
[verse 2: manny yack]
ngisegagasini, ngihamba nolova abawu*2 neyingane eziwu 3
kushuthi iphelele i*team
kushuti u 50/50 si*strong i*scheme
ngisegagasini, ngihamba nolova abawu*2 neyingane eziwu 3
kushuthi iphelele i*team
kushuti u 50/50 si*strong i*scheme
[pre*chorus: manny yack]
angilali ekhaya mina namhlanje
mama ngicela ungangiphakeli
ngizobuya kusasa noma ngo monday
mama ngicela ungangikwateli
angilali ekhaya mina namhlanje
mama ngicela ungangiphakeli
ngizobuya kusasa noma ngo monday
mama ngicela ungangikwateli
[verse 3: manny yack]
ngishisa bhe ngijulukile njoba ubona k*manzi phansi
nanku omunye esequleka, please mutheleni ngamanzi
angazi nokuthi ngisele namalini kwi account
sobona kusasa ekuseni, kwamanje impilo imnandi
ngishisa bhe ngijulukile njoba ubona k*manzi phansi
nanku omunye esequleka, please mutheleni ngamanzi
angazi nokuthi ngisele namalini kwi account
sobona kusasa ekuseni, kwamanje impilo imnandi
[chorus: manny yack]
lana kusha i*number
sivusa omakhelwane
sivusa omakhelwane
futhi thina asilali
ngithi lana kusha i*number
sivusa omakhelwane
sivusa omakhelwane
futhi thina asilali
ngithi lana kusha i*number
sivusa omakhelwane
sivusa omakhelwane
futhi thina asilali
ngithi lana kusha i*number
sivusa omakhelwane
sivusa omakhelwane
futhi thina asilali
[post*chorus: manny yack]
sidla amanzi kagesi
sekushubile sishaya lezi
sidla amanzi kagesi
sekushubile sishaya lezi
sidla amanzi kagesi
sekushubile sishaya lezi
sidla amanzi kagesi
sekushubile sishaya lezi
[outro: manny yack]
angilali ekhaya mina namhlanje
mama ngicela ungangiphakeli
ngizobuya kusasa noma ngo monday
mama ngicela ungangikwateli
Random Song Lyrics :
- el reino del sol - triple xxx lyrics
- grind - yung rick lyrics
- mumbo afk - elybeatmaker lyrics
- baby i'm a rockstar - han yo han lyrics
- perfect - ah mer ah su lyrics
- gemini heart - sean nicholas savage lyrics
- norb & daggett - ronnie levin lyrics
- nikt - pikers lyrics
- two virgins in love - brian mackey lyrics
- blue bird (naruto shippuden) - amalee lyrics