ngyahamba - duberanx lyrics
it not the first time i caught you cheat
wena uhlezi udlala ngami
ngakbuza last time waphika
i’m so tired of this
konke obekushlanganisile sekphelile
ngisho lonke uthando ebenginalo ngawe kuphelile
mina ngyahamba, ngyahamba
ngoba ukbekezela kungihlulile
ngsayobona abanye
mina ngyahamba, ngyahamba
ngoba ukbekezela kungihlulile
ngsayobona abanye
wena ungphule inhliziyo
ngkathele amanga akho sengzwile
uthando lwethu alusafani uneymfihlo eyningi
and awsangnaki iskhathi esningi
awusazixaki nangokukhuluma nami
ngathi uyathanda mesxabana njalo
uhluk*meza imizwa yami
uthi uyangthanda, ungmoshela iskhathi sami
konke obekushlanganisile sekphelile,( kunghlulile ukubekezela )
ngisho lonke uthando ebenginalo ngawe luphelile,( uthando ebenginalo lungiphelele)
so you can carry on, go mess around
usale wazi this time i won’t be around
usale kahle mina ngyahamba
mina ngyahamba, ngyahamba
ngoba ukbekezela kungihlulile
ngsayobona abanye
mina ngyahamba, ngyahamba
ngoba ukbekezela kungihlulile
ngsayobona abanye
Random Song Lyrics :
- golos iz temnoty - sonic death lyrics
- candy - tommek lyrics
- fin - hdbeendope lyrics
- candy - arhsiim lyrics
- май (may) - на-на (na-na ru) lyrics
- ride x swerve - larry june lyrics
- thicker than water - j-r3mi lyrics
- we the north - mark brathwaite lyrics
- lonely beyond - riffwerk lyrics
- cuando digo tu nombre - karina tejeda lyrics