
old ashes - hope-tg lyrics
khuluma moya !!
ixesha lemukile
asibuyele emasisweni sibeke idolo phansi
alibuye kwakhona
alibuye elamakhosi silibambe ngezandla
sibuyuse ubulona
sifafaze imilotha
ukuze * siphilisane njengasemandulo
sihube ingoma eyodwa sihlalisane ngeqiniso
alibuye kwakhona
alibuye kwakhona
sibuyuse ubulona
sifafaze imilotha
ixesha lemukile ehe iyelele
(uwhooooo hhammmm)
imilotha
(uwhooooo hhammmm)
iyelele yelele yеlele !!
(uwhooooo hhammmm)
imilotha!!
(uwhooooo hhammmm)
(ayivunywe) indlamu yokuphila siphilе
sigidagide sigidagide!!!
(ivunywe) indlamu yokuphila siphile
singidagide sgide siphangise !!
silakhe izwe
si*la*khe izwe!!!
(uwhooooo hhammmm)
imilotha
(uwhooooo hhammmm)
imilotha
(uwhooooo hhammmm)
asithathe lendandatho
sishade n0buntu ubuntu bomuntu buphile k*muntu
asingadukisi umlando esifundiswe wona
indlela sizoyibona
kwemidala imilotha sivuse amalahle
sivuse n0buntu
asiphilelane (yimb’indlela)
kwemidala imilotha sivuse amalahle
sivuse n0buntu
asiphilelane !!! (yimb’indlela)
sibuyuse ubulona
sifafaze imilotha
ukuze siphilisane njengasemandulo
sihube ingoma eyodwa sihlalisane ngeqiniso
ngoba ixesha lemukile hee iyelele
(uwhoooo hhammmm)
imilotha
(uwhooooo hhammmm)
wo wo wo wo wo wo wo imilotha
(uwhooooo hhammmm)
(uwhooooo hhammmm)
Random Song Lyrics :
- pearls - dua saleh lyrics
- gzuz - in liebe (prod. e-man47) - chilli vanilli lyrics
- it's revival - sashavande lyrics
- attitude - akill miami & sela lyrics
- all love - francis of delirium lyrics
- dyzelis - auroch lyrics
- to believe - phoenix rosary lyrics
- 夢 (yume) - 嵐 (arashi) lyrics
- trap baby - shujin lyrics
- one day at the age of 20 (20岁的某一天) - 花粥(hua zhou) lyrics