
ngiyamthanda - intaba yase dubai lyrics
[chorus]
baba nomama wami, aningiyekeleni
ngoba ngiyamthanda
baba nomama wami, aningiyekeleni
ngoba ngiyamthanda
baba nomama wami (ohha)
aningiyekeleni (ohha)
ngoba ngiyamthanda (ngiyamthanda ng*yikhethela)
baba nomama wami (ohha)
aningiyekeleni (ohha)
ngoba ngiyamthanda (ngiyamthanda ng*yikhethela)
[post*chorus]
ngoba ngiyamthanda (ohha)
ngoba ngiyamthanda (ohha)
ngoba ngiyamthanda (ngiyamthanda ng*yikhethela)
ngoba ngiyamthanda (ohha)
ngoba ngiyamthanda (ohha)
ngoba ngiyamthanda (ngiyamthanda ng*yikhethela)
[verse 1]
bazali bami, ningixolele nami angizenzi
nami ngilawulwa inhliziyo , ikhalisa isginci ngidansele sona
baba nomama wami, njengoba nani nangizala nibabili
ngicela ningipheni ithuba nami owami umuzi ngizakhele wona
engingakusho ngimthandile (engingakusho ngimthandile)
kulomzuzwana ngimazile (kulomzuzwana ngimazile)
nhliziyo yami uyithathile (nhliziyo yami uyithathile)
nhliziyo yami isikhulumile (ithi)
umathandana wami lona
umathandana wami lona
umathandana wami
umathandana wami
[chorus]
baba nomama wami, aningiyekeleni
ngoba ngiyamthanda
baba nomama wami, aningiyekeleni
ngoba ngiyamthanda (ng*yikhethela yena)
baba nomama wami (ohha)
aningiyekeleni (ohha)
ngoba ngiyamthanda (ngiyamthanda ng*yikhethela)
baba nomama wami (ohha)
aningiyekeleni (ohha)
ngoba ngiyamthanda (ngiyamthanda ng*yikhethela)
[post*chorus]
ngoba ngiyamthanda (ohha)
ngoba ngiyamthanda (ohha)
ngoba ngiyamthanda (ngiyamthanda ng*yikhethela)
ngoba ngiyamthanda (ohha)
ngoba ngiyamthanda (ohha)
ngoba ngiyamthanda (ngiyamthanda ng*yikhethela)
[verse 2]
ngathi sengiyabona sewugijima lonke igceke
sengihambe ngibakhomba , ngithi naba bafwethu baphakele ma
lapho iyinkomo seyiphumile zonke
usuwumakoti wasekhaya ngokusemthethweni
sebekuthele ngenyongo
manje sifuna i*step sasemshadweni
esithi, umathandana wami lona
umathandana wami lona
umathandana wami
umathandana wami
umathandana wami lona
umathandana wami (engazikhethela yena)
[chorus]
baba nomama wami, aningiyekeleni
ngoba ngiyamthanda (ng*yikhethela yena)
baba nomama wami, aningiyekeleni
ngoba ngiyamthanda (ng*yikhethela yena)
baba nomama wami (ohha)
aningiyekeleni (ohha)
ngoba ngiyamthanda (ngiyamthanda ng*yikhethela)
baba nomama wami (ohha)
aningiyekeleni (ohha)
ngoba ngiyamthanda (ngiyamthanda ng*yikhethela)
[post*chorus]
ngoba ngiyamthanda (ohha)
ngoba ngiyamthanda (ohha)
ngoba ngiyamthanda (ngiyamthanda ng*yikhethela)
ngoba ngiyamthanda (ohha)
ngoba ngiyamthanda (ohha)
ngoba ngiyamthanda (ngiyamthanda ng*yikhethela)
[outro]
ohha
ohha
ngiyamthanda ng*yikhethela
ohha
ohha
ngiyamthanda ng*yikhethela
Random Song Lyrics :
- que sera sera - kaestyle lyrics
- порочный круг (vicious circle) - leraiie lyrics
- babe ruth - hyperpop daily lyrics
- anywhere - mike farley lyrics
- optimus prime (remastered) - sentaliium lyrics
- uh yuh huh ayy - kis the indigo lyrics
- rompe el sistema - los rockers lyrics
- turpa kii! - tony halme lyrics
- let no one steal your thyme - west of roan lyrics
- slapen - goldband lyrics