lirik lagu intandane – sytroo
(hook)
buka mngani… mina ang’naye umama ngenze njan?
[[bambelela mpintshi yami ub’hlungu b’sazodlula]]
buka mngani… mina ang’naye umama ngenze njan?
[[bambelela mpintshi yami ub’hlungu b’sazodlula]]
angibelethanga, ang’ncelanga zonke lezinto ziyang’khuba
yazu’kuba… kulomhlaba ang’zile ngabakekho obezothi ang’zile
buka mngani… mina ang’naye umama ngenze njan?
[[lobu b’hlungu b’sazodlula]]
(v1)
wang’shiya ng’sena… 7 imnyaka
umsindo k’khalwa ngaphaphama ngabuka
i uncle ibambikhanda omakhelwane bemthulisa bemncenga
e side(ini) umamulele ibhokisi l’zofika
ang’khali, yonke lento angiyazi phela phika
kwa hayizwa ngizwa kwi bhokisi bemfaka
isxuku sikhala i bhokisi bel’kaka
maybe kwakwi’hlobo eish omakhelwane babe gcwele usizi
ithoyizi ebelisesandleni ngalibeka
7 days p-ssed umama bamncwaba ngina 7
nami ng’khula benginokuthi umama uzobuya
aqhubeke ang’geze ng’yes’koleni nami njengaba ngani bami
angiwashele ang’phekele phela ng’semncane
ngyay’dinga izandla zomzali wami nami njenga banye
ne tyma selabhoda engozini yemoto
ithombe zabazali bami ang’nazo ng’bakhumbule
mama ng’cela wenzu’buye
(h2)
buka mngani… mina ang’naye umama ngenze njan?
[[bambelela mpintshi yami ub’hlungu b’sazodlula]]
buka mngani… mina ang’naye umama ngenze njan?
[[bambelela mpintshi yami ub’hlungu b’sazodlula]]
angibelethanga, ang’ncelanga zonke lezinto ziyang’khuba
yazu’kuba… kulomhlaba ang’zile ngabakekho obezothi ang’zile
buka mngani… mina ang’naye umama ngenze njan?
[[lobu b’hlungu b’sazodlula]]
(v2)
ng’khule ngobisi lwenkomo kulomhlaba
umama w-ng’shiya ngalenkathi eng’zala
mina ng’necala ng’yasaba ngabulala umama
ngintandane now, ng’xovu cement
angiba blame nakancane abazi hengayo
nami ngajika sengibamba intambo ngabekezela
wawungeke ungabi ne h, i, v lo mhlaba ngobuyahlaba
imthenti’ngcwele masamba k’mele sgqoki’mbadada
why mama ung’shiye buya s’hlale sobabili
ng’funa ung’shaye mengenzinto e wrong
ung’thengele impahla zokugqoka buya
ng’funa ukuk’bona mzali wami buya
khona ung’support kwelami’khono
ngifunde ngize ngikhokhobe ngikuphe i mali u smile
ung’qambi’gama leli engili qanjwe o nurse angil’thandi
ung’fundisimbeko ung’shushuzele mang’lila
kade ngangibeka imbali ethuneni lakho ng’lokh ngithi uzobuya
isqamelo sami i bible lami ligcwele inyembezi zenk-mbulo
(h3)
buka mngani… mina ang’naye umama ngenze njan?
[[bambelela mpintshi yami ub’hlungu b’sazodlula]]
buka mngani… mina ang’naye umama ngenze njan?
[[bambelela mpintshi yami ub’hlungu b’sazodlula]]
angibelethanga, ang’ncelanga zonke lezinto ziyang’khuba
yazu’kuba… kulomhlaba ang’zile ngabakekho obezothi ang’zile
buka mngani… mina ang’naye umama ngenze njan?
[[lobu b’hlungu b’sazodlula]]… x3…
lirik lagu lainnya :
- kumpulan lirik lagu lisa nilsson › lirik lagu långsamt farväl – instrumental – lisa nilsson
- kumpulan lirik lagu timbuktu › lirik lagu alla vill till himmelen men ingen vill dä (feat. damn!) – timbuktu
- kumpulan lirik lagu peewee longway › lirik lagu presidential – peewee longway
- kumpulan lirik lagu mhd › lirik lagu afro trap, pt. 6 (molo molo) – mhd
- kumpulan lirik lagu javaspa › lirik lagu βλέπω τις μέρες (i see the dayz) – javaspa
- kumpulan lirik lagu its a cover up › lirik lagu fight for this love – originally performed by cheryl cole – it’s a cover up
- kumpulan lirik lagu the audible doctor › lirik lagu leave me alone / complication – the audible doctor
- kumpulan lirik lagu witch of the waste › lirik lagu war-time tic-tacs – witch of the waste
- kumpulan lirik lagu amalee › lirik lagu santa senpai – amalee
- kumpulan lirik lagu lovespelledbackwards › lirik lagu another sad song – lovespelledbackwards