
mniki we mali - kabza de small & dj maphorisa lyrics
mniki we mali ushonephi na?
mina ngingamane ngihambe
nokuthi ngikhale
k’dala ngizula, ngizama, ngigudla
ngizam’ ukwenz’ imali
awungphenduli mdali
wena awukho nami
mniki we mali ushonephi na?
mina ngingamane ngihambe
nokuthi ngikhale
k’dala ngizula, ngizama, ngigudla
ngizam’ ukwenz’ imali
awungphenduli mdali
wena awukho nami
ukube ngangazi ukuthi la emhlabeni kuzwel’ imali
ngangizomcela ubaba no ma bangaqali
bangangifaki, buka manje anginamali
angispani baba somandla, ye
wenzenjani buk’ iaccount ikhal’iphungane
uthul’ uthini abantu somandla behlekisa ngami
buka manje anginamali
angispani baba somandla, ye
mniki we mali ngabe uyangibona na?
ngabe uyangibona na?
k’dala ngifun’ imali, ngisebenza ngith*sh*
ukuthi lemali ngibizwe ng*yo
ngibizwe ng*yo
ngabe ngabe ngabе uyalubona na?
iyasetshenzwa lemali
ngabе ngabe ngabe uyalubona na?
lomhlaba uyathengwa
khawenze njalo
khawenze njalo
khawenze njalo, khawenze njalo
ngiphiwa amacent
khawenze njalo
khawenze njalo
khawenze njalo, khawenze njalo
ngiphiwa amacent
aah aah khawenze njalo ngiphiwa amacent
aw ngiphiwa amacent ngalento
aah aah khawenze njalo ngiphiwa amacent
aw ngiphiwa amacent ngalento
aah aah khawenze njalo ngiphiwa amacent
aw ngiphiwa amacent ngalento
aah aah khawenze njalo ngiphiwa amacent
aw ngiphiwa amacent ngalento
ukube ngangazi ukuthi la emhlabeni kuzwel’ imali
ngangizomcela ubaba no ma bangaqali
bangangifaki, buka manje anginamali
angispani baba somandla, ye
wenzenjani buk’ iaccount ikhal’iphungane
uthul’ uthini abantu somandla behlekisa ngami
buka manje anginamali
angispani baba somandla, ye
mniki we mali ngabe uyangibona na?
ngabe uyangibona na?
k’dala ngifun’ imali, ngisebenza ngith*sh*
ukuthi lemali ngibizwe ng*yo
ngibizwe ng*yo
ngabe ngabe ngabe uyalubona na?
iyasetshenzwa lemali
ngabe ngabe ngabe uyalubona na?
lomhlaba uyathengwa bo (lomhlaba uyathengwa)
Random Song Lyrics :
- salute to the nurses - ssgt. barry sadler lyrics
- score z - gio (che) lyrics
- апноэ - manylee lyrics
- all day - young celex lyrics
- filippo trappetta - le sborrate rosse lyrics
- devilish - too yugan lyrics
- victoria’s secret 2 - kitsyojii (키츠요지) lyrics
- kartenhaus interlude - ritter lean lyrics
- он там пел и плясал (hsadt) - badcurt lyrics
- spoil u - vangdale & jvcki wai (재키와이) lyrics