lawuleka - kabza de small & mdu aka trp lyrics
[verse 1]
uk*m’bona ‘weng’xeka amadolo
kugiji*gij’ imizwa
nomgqumo weh ‘nhliziyo, lawuleka
halela ugibane lwami
ng’yesaba, ng’yesaba ukuvakashela uthando
(law’leka nhliziyo yam’)
angulwazi lung’ phatheleni
law’leka (law’leka nhliziyo yam’)
bambeka nhliziyo yami
ngibambele, ngibambeni
yeh mama, heh mama
(law’leka nhliziyo yam’)
[chorus]
lawuleka nhliziyo yami
inhliziyo ethandayo iyasha
lawuleka nhliziyo yami
lawuleka nhliziyo yami
inhliziyo ethandayo iyasha
lawuleka nhliziyo yami
[verse 2]
inhliziyo inene ihlala ingavuyi
kodwa phola nhliziyo yami
awazi lapho obheke khona uyophatheka kanjani
inhliziyo egcwele uthando
ihlika eknene
ihlal’ iphile njalo
lawuleka, lawu’ nhliziyo yami
[chorus]
lawuleka nhliziyo yami
inhliziyo ethandayo iyasha
lawulеka nhliziyo yami
lawuleka nhliziyo yami
inhliziyo ethandayo iyasha
lawuleka nhliziyo yami
lawulеka nhliziyo yami
iyasha
[bridge]
yeh mama, yeh mama
law’leka, lawuleka
lawuleka nhliziyo yami
wathi uyamamatheka ngamthanda
wathi nom’ esethetha mina ngamthanda nje
law’leka, lawuleka
ngibambeni, heh ngibambeni (law’leka)
[chorus]
lawuleka nhliziyo yami
inhliziyo ethandayo iyasha
lawuleka nhliziyo yami
lawuleka nhliziyo yami
inhliziyo ethandayo iyasha
lawuleka nhliziyo yami
lawuleka nhliziyo yami
iyasha
lawuleka nhliziyo yami
iyasha
Random Song Lyrics :
- snake pit - mathias kruse lyrics
- the strangest game - miynt lyrics
- make me cry - steffan argus lyrics
- dont let me down - jefty feat. jibberish lyrics
- this burden is mine - demonstealer lyrics
- masa kecilku - clarice cutie lyrics
- inherit the earth - silent planet lyrics
- quem sabe - joão guilherme lyrics
- contigo hasta el fin - virtud dc lyrics
- hin und her - richter lyrics