
imizamo - karyendasoul & blaqrhythm lyrics
Loading...
intro/verse
nginomoya ophansi
nginenhlonipho
futh’ angazithwele
ngin0bubele
angazi ngitheni kubani
angazi ngone bani
kazi ngenzeni kubani
ingempela ngzondwelani
chorus
kodwa washo umama kimi
wath’ angake bangithande bonke angsiy’ imali
ngoba washo umama kimi
wath’ angeke bangithande bonke angsiy’ imali
bangizondela, imi..
imizamo yami
bangizondela, imi..
imizamo yami
verse
kubhlungu noma ngibabingelela
uzwa bethi ave sengizitshela
ngizamile ukuzincengela
anginamlingo wokushintsha izinhliziyo
chorus
kodwa washo umama kimi
wath’ angake bangithande bonke angsiy’ imali
ngoba washo umama kimi
wath’ angeke bangithande bonke angsiy’ imali
bangizondela, imi..
imizamo yami
bangizondela, imi..
imizamo yami
Random Song Lyrics :
- gang gang - tokyo jetz lyrics
- perfect storm - ministry lyrics
- rolling stone - mylene farmer lyrics
- dropout - lala lala lyrics
- rg - luan santana lyrics
- gracious - vinnie paz lyrics
- self sufficient man - seasick steve lyrics
- day & night - thelma aoyama lyrics
- orion - coal chamber lyrics
- purple shadows - seasick steve lyrics