
uyathandwa - kelly khumalo lyrics
[verse]
yebo ngiyaz’ ukuthi mhlamp’ awaz’ ukuth’ uyathandwa
mak’shon’ ilanga, nguwe wedw’ osenhlizweni yam’
angithint’ ocingweni
futhi nomlayez’ awungeni
kodwa mak’shon’ ilanga, nguwe wedw’ osenhlizweni yam’
[chorus]
asoze ngesaba bo
ukuba yimina phambi kwakho
ngob’ uluambo lwami
ngokuthanda kuze kube phakade
asoze ngesaba bo
ukuba yimina phambi kwakho
ngob’ uluambo lwami
ngokuthanda kuze kube phakade
[refrain]
ng’funa waz’ ukuthi
akekh’ omuny’ ofana nawe
mak’shon’ ilanga, nguwe wedw’ osenhlizweni yam’
i’m an african girl
oh take me by the hand
mak’shon ilanga, nguwe wedw’ osenhlizweni yam’
[chorus]
asoze ngesaba bo
ukuba yimina phambi kwakho
ngob’ uluambo lwami
ngokuthanda kuze kube phakade
asoze ngesaba bo
ukuba yimina phambi kwakho
ngob’ uluambo lwami
ngokuthanda kuzе kube phakade
[bridge]
nguwe wеdw’ osenhlizweni yam’
nguwe wedw’ osenhlizweni yam’
[refrain]
i’m an african girl
oh take me by the hand
mak’shon ilanga, nguwe wedw’ osenhlizweni yam’
[chorus]
asoze ngesaba bo
ukuba yimina phambi kwakho
ngob’ uluambo lwami
ngokuthanda kuze kube phakade
asoze ngesaba bo
ukuba yimina phambi kwakho
ngob’ uluambo lwami
ngokuthanda kuze kube phakade
Random Song Lyrics :
- in my life - thomas veli lyrics
- cornal mind - al campbell lyrics
- ragga love - cloud. lyrics
- presha drove the mongols to it - ezra bell lyrics
- i can't touch that - super db lyrics
- отсо-сити (otso-city)* - oturro & 5opka lyrics
- wont you - sadboi lyrics
- island.exe - lxnextrippy lyrics
- that's wots up - wande coal lyrics
- lucifero - emis killa lyrics