
ekhaya - kraizie lyrics
[intro]
vuku yosebenza
oh wah wah
sebenzela ekhaya
[chorus]
musukceda yonki mali ematshwaleni
sebenzele khaya
vuku yosebenza
vuku yosebenza
musu kceda yonki mali ematshwaleni sebenzele khaya
vuku yosebenza vuku yosebenza
bayakhala abantwana emakhaya
sebenzele khaya (oh wah wah)
bayakhala abantwana emakhaya
sebenzele khaya (oh wah wah)
[verse 1]
uthe mawusuka ekhaya uze egoli wena uzosebenza
manje zkhiphani, weh mpintshi yam?
uthe mawusuka ekhaya uze egoli wena uzosebenza
manje zkhiphani, weh skeem sam?
manje wena ubusy nama yakayaka ubusy manje udlala nabo takalani
ukhohlwe khaya.ukhohlwe khaya
u sipper kuze kuse ekseni kuphumi langa
nabangani nidla ijoy niya khohlisana
anilaleli, anbonisani
[chorus]
musukceda yonki mali ematshwaleni
sebenzele khaya
vuku yosebenza
vuku yosebenza
musu kceda yonki mali ematshwaleni sebenzele khaya
vuku yosebenza vuku yosebenza
bayakhala abantwana emakhaya
sebenzele khaya (oh wah wah)
bayakhala abantwana emakhaya
sebenzele khaya (oh wah wah)
[verse 2]
ngiyak’ khuza weh mngani wam (ngiyak’ khuza weh mngani wam)
ngiyak’ khuza weh mpintshi yam (ngiyak’ khuza weh mpintshi yam)
ya*ya*yabona manje
phelile umsebenzi suyakhala manje
baphi labangani beni khohlisana?
baphi labantwana beyphalaphala?
abasekho
abasekho
usuyayi sola, uthi bayak zonda
[chorus]
musukceda yonki mali ematshwaleni
sebenzele khaya
vuku yosebenza
vuku yosebenza
musu kceda yonki mali ematshwaleni sebenzele khaya
vuku yosebenza vuku yosebenza
bayakhala abantwana emakhaya
sebenzele khaya (oh wah wah)
bayakhala abantwana emakhaya
sebenzele khaya (oh wah wah)
[outro]
yeah yeah
sebenzele khaya
(oh wah wah)
Random Song Lyrics :
- melrose - kola lyrics
- lil bisente é gay - $amires lyrics
- 1000 meilen - pickers lyrics
- dieta para dos - maria villalon lyrics
- all you sons and daughters - matthew good lyrics
- canción para uno - la vela puerca lyrics
- gone (horns & a halo) - blessmycoldworld lyrics
- czech whip - mixmaster otune lyrics
- gionny bravo - gionnyscandal lyrics
- then till now (phazed out) - bliss n eso lyrics