
kudela owaziyo - leverage_a1 lyrics
lempilo idinga ufasa amatomu
uyibambe iqine kwabasemnkantsha ubomvu uncele amava uthatha amapointer
location pin popping kulit
all this sugar coating nicathi impilo uswidi
at this current juncture im in a place been a phase
lapho ngimanqikanqika ngomzila abadala paved in a way disengaged
kaze kimi balindeleni could i plough and lose the plot
either way azilime ziye etsheni
ukuhanjelwa zingqondo akuseyona into etheni
baningi abahlengi
eyokuthi koke kulunge kwazi bani
nawe ubuye uphile lazaru
mina sengamukela ukuthi ezethu iyindlela nokho yibuye yibe nameva
iqala ibhadazele bese iwelela ngalena
ukube impumelelo usure case usure case
kube ohlulekayo uyazi ukuthi its okay
nakuyena kuyoke kuqondane inkosi kudela owaziyo
shuthi umuntu angadleka amabillion
ngoba inhlanhla zabantu ayifani ezweni
uthi onamashwa ahlale enzeni
kudela owaziyo
shuthi umuntu angadleka amabillion
ngoba inhlanhla zabantu ayifani ezweni
uthi onamashwa ahlale enzeni
kanti singoba sizinsizwa maye khula khula jongo
uyicaphunela iyinsiza eziyokulamulelakulaka oluthe qe
mhla yehlelwa amashwa ivika nokungamagabede
aphephethwa impilo eshe mhla ikujikela ithi azikunethe
kocothozayo ohamba
nezimo ezimupoqozayo angawi
ubokhokhoba kulamalangabi
umdali uyokupopola, ngeke angalwi
khohlwa okuzwayo
ave kukukhulu lokhu okuzayo
lona okuzondayo intuthuko yakho imushayisa ngovalo
ezethu iyindlela nokho yibuye yibe nameva
iqala ibhadazele bese iwelela ngalena
ukube impumelelo usure case usure case
kube ohlulekayo uyazi ukuthi its okay
nakuyena kuyoke kuqondane inkosi kudela owaziyo
shuthi umuntu angadleka amabillion
ngoba inhlanhla zabantu ayifani ezweni
uthi onamashwa ahlale enzeni
kudela owaziyo
shuthi umuntu angadleka amabillion
ngoba inhlanhla zabantu ayifani ezweni
uthi onamashwa ahlale enzeni
Random Song Lyrics :
- footprints - 2000 - remaster - wayne shorter lyrics
- in love with the hustle - curren$y lyrics
- doubted - ilovemakonnen lyrics
- marijuana - wiley lyrics
- la muerte del palomo2 - rocío dúrcal lyrics
- drugz in my life - lil durk lyrics
- 12-dec - general knas lyrics
- avortey - swagg man lyrics
- dale al aire (bularias) - alejandro sanz lyrics
- valentine - the electric swing circus lyrics