
baba wami - lu dlamini lyrics
[verse 1]
baba ngamukele nginje njenje
ngizamil’ ukuphenduka
ngizamile ngehlulekile mangingedwa
kodwa wena waz’ umphefumlo wam
wena waz’ inhliziyo yam
wena waz’ ikusasa ngam
[chorus]
hayi angikufuni lokuba[?] kimi
angiyifuni lemicabango yam
ngamukele nginje nje nginje
ngizamil’ ukuphenduka
ngiding’ ukuzwa lelo lizwi lakho
lithi ”woza nazo zibomvu”
ungamukele nkosi…
[verse 2]
baba bakhuluma kabi ngam
yilezintw’ engizenzayo
yilezindlel’ engizihambayo
kodwa wena waz’ umphefumlo wam
wena waz’ inhliziyo yam
wena waz’ ikusasa ngam
[chorus]
hayi angikufuni lokuba[?] kimi
angiyifuni lemicabango yam
ngamukele nginje nje nginje
ngizamil’ ukuphenduka
ngiding’ ukuzwa lеlo lizwi lakho
lithi ”woza nazo zibomvu”
ungamukele nkosi yam
hayi lokuba[?] kimi
angiyifuni lemicabango yam
ngamukеle nginje nje nginje
ngizamil’ ukuphenduka
ngiding’ ukuzwa lelo lizwi lakho
lithi ”woza nazo zibomvu”
ungamukele nkosi yam
wee baba wami, wee baba wami
wee baba wami
Random Song Lyrics :
- hoy es siempre - juancho marqués lyrics
- all nights, all days - cat stevens lyrics
- no problem - gspd lyrics
- couleur ténèbres - melozeus lyrics
- i'm not really here - allie crow buckley lyrics
- talk to me, babe - jack hardy lyrics
- per cantar ste canzonete - rachele colombo lyrics
- dylan - prima queen lyrics
- blood - nico santos lyrics
- pass to the team - deë 2094 lyrics