
inkululeko - lyndani lyrics
verse 1
kub’ okwamang’amandla ahamb’aphele
ngithi ngiyazama
amandl’aphele
ngithi ngiyaphanta
amandl’aphele
angaz’ isimo sojikwa ntoni na
ngiyahamb’emaweni
ngizula ngifun’umcebo
ngicingacinga, ngicinga lutho…
chorus
ngihamb’emaweni bo
ngidudl’izintaba
ngifuna le golide
ngifun’ inkululeko
ngifun’ inkululeko
ngimba le golide bo
verse 2
langa limbe loze line nangakithi
ntaba dilika
ngifinyelele ngakithi
langa limbe loze line nangakithi
noma kunjani
impumelel’ iyozifike
bridge
nyaw’ awunampumulo
uhamb’okungenamkhawulo
wee! nkululeko sohamba soze sifike
nyaw’ awunampumulo
uhamb’okungenamkhawulo
wee! nkululeko sohamba soze sifike
chorus
ngihamb’emaweni bo
ngidudl’izintaba
ngifuna le golide
ngifun’ inkululeko
ngifun’ inkululeko
ngimba le golide bo
Random Song Lyrics :
- always - 건휘 lyrics
- jealous of drake (freestyle) - jarren benton lyrics
- seperti yang kau ingini - nikita lyrics
- gotta go my own way - high school musical band lyrics
- mood music - tonyleon lyrics
- strach przed nieznanym - paluch lyrics
- sistem te laže - beogradski sindikat lyrics
- farben 2 - boz lyrics
- we ride with our flow - angeelia lyrics
- ฉันไม่มี - t_t ทีที lyrics