ngeke balunge - mafikizolo lyrics
[verse 1]
sebethi abazingeni masixabene
kodwa masithandana bangena shi
sebethi abazingeni masixabene
kodwa masithandana bangena shi
[pre-chorus]
ake basiqhelele, basinik’ umoya
ake basiqhelele, bayek’ umona
ake basixolele, basinik’ umoya
ayi abasixolele, bayek’ umona
[chorus]
ngeke balunge
ngeke basiqede
ngoba kusobala lolu thando ngeke lwavalwa ngubala
ngeke balunge
ngeke basiqede
ngoba kusobala lolu thando ngeke lwavalwa ngubala
[verse 2]
bazondiza ngemishanelo abathakathi [?]
bazofica mina nodali wami sizihlalele khona

[verse 3]
abadede impela (abadede impela)
kufik’ izingwazi (kufik’ izingwazi)
abadede impela (abadede impela)
kufike thina (kufike thina)
abadede impela (abadede impela)
kufik’ izingwazi (kufik’ izingwazi)
abadede impela (abadede impela)
kufike thina (kufike thina)
[verse 4]
aw weeh (weeh)
kufik’ izingwazi (kufik’ izingwazi)
aw weeh (weeh)
kufike thina (kufike thina)
aw weeh (weeh)
kufik’ izingwazi (kufik’ izingwazi)
aw weeh (weeh)
kufike thina (kufike thina)
[chorus]
ngeke balunge
ngeke basiqede
ngoba kusobala lolu thando ngeke lwavalwa ngubala
ngeke balunge
ngeke basiqede
ngoba kusobala lolu thando ngeke lwavalwa ngubala
[outro]
ngeke balunge
ngeke basiqede
ngoba kusobala lolu thando ngeke lwavalwa ngubala
ngeke balunge
ngeke basiqede
ngoba kusobala lolu thando ngeke lwavalwa ngubala
Random Song Lyrics :
- the breaking wheel - face of oblivion lyrics
- o bom jogador - allen halloween lyrics
- тело к телу (body to body) - wudu lyrics
- everyday - seyed lyrics
- lo tenga o no - david bisbal lyrics
- i am loved - mack brock lyrics
- en manada - lágrimas de sangre lyrics
- no tempo certo das horas - roberta campos lyrics
- le deni - kamini lyrics
- ron trent remix - tortured soul lyrics