
usukulude - mlindo the vocalist lyrics
[chorus]
usukulude, lude singalw*nga
usukulude, lude singalw*nga
njalo amacala, amacala uwelele
lude singalw*nga
njalo amacala, amacala uwelele
lude singalw*nga
[verse 1]
ngahlangana nebhodw’emnyango
ngizula beng’vika amanzi abilayo
mina ne towulo emanzi siyazwana kulamalanga
angazi sibangani mntan’omuntu
mina ngiyayisebenzel’iyingane zilala zidlile kodwa
imfudumalo ayikho la ekhaya sthandwa sam
uma ngiwushiya lomhlaba
ngimelwa yinhliziyo ungakhali
ngibulawe nguwe
[chorus]
usukulude, lude singalw*nga
usukulude, lude singalw*nga
njalo amacala, amacala uwelele
lude singalw*nga
njalo amacala, amacala uwelele
lude singalw*nga
[verse 2]
n0ba kunzima n0ba kulukhuni bo
hayi ngoba ngiyak’thanda mina ngizohlala nawe
n0ba kunzima n0ba kulukhuni bo
hayi ngoba ngiyak’thanda mina ngizohlala nawe
mina ngiyayisebenzеl’iyingane zilala zidlile kodwa
imfudumalo ayikho la ekhaya sthandwa sam
uma ngiwushiya lomhlaba
ngimеlwa yinhliziyo ungakhali
ngibulawe nguwe
[chorus]
usukulude, lude singalw*nga
usukulude, lude singalw*nga
njalo amacala, amacala uwelele
lude singalw*nga
njalo amacala, amacala uwelele
lude singalw*nga
[refrain]
noma kunzima (hay’ weh)
noma kulukhuni (hay’ weh)
ngoba ngiyak’thanda (ng’zobambelela mama)
noma kunzima (hay’ weh)
noma kulukhuni (hay’ weh)
ngoba ngiyak’thanda (ng’zobambelela mama)
noma kunzima (hay’ weh)
noma kulukhuni (hay’ weh)
ngoba ngiyak’thanda (ng’zobambelela mama)
noma kunzima (hay’ weh)
noma kulukhuni (hay’ weh)
ngoba ngiyak’thanda (ng’zobambelela mama)
noma kunzima (hay’ weh)
noma kulukhuni (hay’ weh)
ngoba ngiyak’thanda (ng’zobambelela mama)
noma kunzima (hay’ weh)
noma kulukhuni (hay’ weh)
ngoba ngiyak’thanda (ng’zobambelela mama)
Random Song Lyrics :
- mariana - eustáquio sena lyrics
- perfeito amor - igreja cristã maranata lyrics
- sabor de mel - banda som e louvor lyrics
- pescoçudo - raciocinio criminal lyrics
- hino de ibiapina - hinos de cidades lyrics
- deixa eu te amar - banda mercosul lyrics
- vara criminal - moreira da silva lyrics
- larga do meu pé - banda karisma lyrics
- ta escrito - grupo samba pra gente lyrics
- águia na cabeça - luiz ayrão lyrics