lirikcinta.com
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

bakithi - mpharanyana lyrics

Loading...

thulani zintombi nginitshele indaba zenu laleni
wena smomo nawe ntombi
wena thembi nawe mimi
nimenzani bakithi (ngitsheleni)
nimenzani bakithi (yekeleni ubakithi)
ngithi wena mimi nawe thembi
wena ntombi nawe smomo
nimenzani bakithi (ngitsheleni ukuthi)
nimenzani bakithi (yekeleni ubakithi)
ubakithi akasalali nasekhaya
ngenxa yenu zintombi
unomuzi lomuntu unabantwana m’yekeleni
m’yekeleni ayayaya m’yekeleni ubakithi
ngisho kuwe thembi nawе mimi
ngisho kuwe ntombi wena smomo
nawe ntombi wеna thembi nawe mimi
nimenzani bakithi (m’yekeleni m’yekeleni)
nimenzani bakithi (ngisho kuwe thembi nawe mimi nawe smomo)
nimenzani bakithi (m’yekeleni unabantwana bakhe)
nimenzani bakithi (ayayaya)
nimenzani bakithi
nimenzani bakithi

Random Song Lyrics :

Popular

Loading...