lindiwe - mpharanyana lyrics
Loading...
uyazi ukuthi ngiyakuthanda
ngasosonke isikhathi
uyazi ukuthi uyangishiya s’thandwa
lindiwe s’thandwa lindiwe
ngitshele ukuthi nawe uyangithanda
lindiwe s’thandwa ngikhohlise
akukho nomuntu oyedwa lapha emhlabeni (haaa)
othe wena uyangikhohlisa lindiwe (haaa)
ngitshelwa yimizwa yami ukuthi (haaa)
uthando alusekho (haaa)
lindiwe mtakwethu lindiwe mama
ngitshele ukuthi nawe uyangithanda
lindiwe ma ma ma mtakwethu s’thandwa ngikhohlise
kuyinto enhle kakhulu uma abantu bethandana (haaa)
kodwa wena umawuzibona njengenhlanzi emanzini (haaa)
noma ngaphandle kwamanzi (haaa)
lindiwe umawusangithanda sondela ngikuqabuze
lindiwe lindiwe s’thandwa mama
ngitshele ukuthi usangithanda
lindiwe mtakwethu ngikhohlise mama
Random Song Lyrics :
- arca azul - bana (cpv) lyrics
- dzieło w klatce - katashi lyrics
- circling - lizz wright lyrics
- outro - niche ls, pocket tincho & saygi lyrics
- facepunch - chime lyrics
- resonance x genesis x not allowed - slowed - mikeeysmind lyrics
- dotted line - lucki lyrics
- honestly, i’m done - moxas lyrics
- my szn - 9tails lyrics
- i'm also killed - yyung forestt lyrics