nonhlahla - mpharanyana lyrics
we nonhlanhla thul’ ulalele
awuyeke lent’ oyenzayo
hamb’ ebusuku awulal’ ekhaya
nonhlanhla ngiyakukhuza
uqamba manga uthi ubukwamalume
dlala ngonina wenzayo nonhlanhla
awu nabazali bethu bamangele
ukuth’ ungenelwe yini
emvakwe minyaka yeminingi behlupeka ngawe nonhlanhla
bekunik’ impilo nemfundo
kodwa lokhu akushayi mkhumba
kuntlama zimkanomoya nonhlanhla
yeka
lento lento lent’ oyenzayo ngiyakukhuza mntanami
wuu wuu wuu
wuu wuu wuu
wuu wuu wuu (yeka yeka yeka)
lent’ oyenzayo mntami ngiyakukhuza
nabazali bethu bamangele
ukuth’ ungenelwe yini
emvakwe minyaka yeminingi behlupeka ngawe
bekunik’ impilo nemfundo
kodwa lokhu akushayi mkhumba
kuntlama zimkanomoya nonhlanhla
ngiyakukhuza nonhlanhla mntanami yeka
lento lento lent’ oyenzayo (wuu wuu wuu)
mmm (wuu wuu wuu)
nonhlanhla (wuu wuu wuu)
yeka yeka lent’ oyenzayo mntanami ngiyakukhuza
Random Song Lyrics :