lirikcinta.com
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

komama - muzi lyrics

Loading...

[intro: madala kunene]
sizonithulela n*z* izibongo zenkosi ushaka kasenzangakhona
udabazi
ithafa eliya k*mfene
nomashovushovu
kasenzangakhona
ungaqa libovu nasekuphatheni
ubholokoqa bazalukane sisile

aziqedw’ iy’bongo zenkosi
bayede!

[chorus]
siy’susele kude lendaba
siy’thathe l’ ekhaya komama
igijim’ igazi lendaba
siy’thathe l’ ekhaya komama
siy’susele kude lendaba
siy’thathe l’ ekhaya komama
igijim’ igazi lendaba
siy’thathe l’ ekhaya komama

siy’susele l’ khaya komama
siy’thathe l’ ekhaya komama
siy’susele l’ khaya komama
[verse]
ngesigqi sengoma sovus’ abalele
ungabakhohlw’ abakini bo ng’yak’cela
siphila mnandi xa usibona sinje
waz’ ukuth’ umsebenzi kamama lona ngyaktshela

[chorus]
siy’susele kude lendaba
siy’thathe l’ ekhaya komama
igijim’ igazi lendaba
siy’thathe l’ ekhaya komama
siy’susele kude lendaba
siy’thathe l’ ekhaya komama
igijim’ igazi lendaba
siy’thathe l’ ekhaya komama

siy’susele l’ khaya komama
siy’thathe l’ ekhaya komama
siy’susele l’ khaya komama

Random Song Lyrics :

Popular

Loading...