
ngsayozama - nomfundo moh lyrics
[chorus]
ngisayozama
ngisayozama
ngisayozama
engani ngiphanta
ngisayozama (ooh yeah yeah)
ngisayozama (ooh yeah yeah)
ngisayozama (ooh yeah yeah)
engani ngiphanta
[post*chorus]
kuningi, kuningi
kuningi engibhekene nakho
yebo yize kunjalo
ngisayozama
kuningi, kuningi
kuningi engibhekene nakho
yebo yize kunjalo
ngisayozama
[verse 1]
okuhlula mina kuyabikwa (kuyabika)
ang’khathali
leyonto phel’ isuke inzima (hard worker, i am)
ngivuk’ ek’seni ngenz’ uhlelo (oh, k’phumelel’ abenza njalo)
i owe myself impumelelo (engath’ isiseduze nayo)
[pre*chorus]
lalala, la*la*la
ngilawulwa
intshisekelo (passion)
yokondl usapho
lalala, la*la*la
ngilawulwa
intshisekelo (passion)
yokufez’ amaphupho (asiye khona, asiye)
[chorus]
ngisayozama (ngisayozama)
ngisayozama (ngisayozama)
ngisayozama (ngisayozama)
engani ngiphanta
ngisayozama (ooh yeah yeah) (ngisayozama)
ngisayozama (ooh yeah yeah) (ngisayozama)
ngisayozama (ooh yeah yeah) (ngisayozama)
engani ngiphanta
[post*chorus]
kuningi, kuningi
kuningi engibhekene nakho
yebo yize kunjalo
ngisayozama (kuningi)
kuningi, kuningi
kuningi engibhekene nakho
yebo yize kunjalo
ngisayozama
[verse 2]
ebumnyameni mina ngizobekezela, angizukuyekelela
ngisebenza kanzima (kuze ngikwazi)
ukunqoba ubunzima
ekhaya bathembe mina
ukuthi ngami isimo singashintsha
lokho kuyangiqhuba ukwaz’ ukunyamezela
[pre*chorus]
lalala, la*la*la
ngilawulwa
intshisekelo (passion)
yokufez’ amaphupho (asiye khona, asiye)
[chorus]
ngisayozama (ngisayozama)
ngisayozama (ngisayozama)
ngisayozama (ngisayozama)
engani ngiphanta
ngisayozama (ooh yeah yeah) (ngisayozama)
ngisayozama (ooh yeah yeah) (ngisayozama)
ngisayozama (ooh yeah yeah) (ngisayozama)
engani ngiphanta
[post*chorus]
kuningi, kuningi
kuningi engibhekene nakho
yebo yize kunjalo
ngisayozama
kuningi, kuningi
kuningi engibhekene nakho
yebo yize kunjalo
ngisayozama
Random Song Lyrics :
- balance de muerte e indiferencia - phuyu y la fantasma lyrics
- need u here - owtiss lyrics
- make a joyful noise - the o'jays lyrics
- morte de fantine - victor tavares lyrics
- связь (connection) - dope17 lyrics
- fast&furious - скриптонит (skryptonite) lyrics
- без остановки (without stopping) - rekudo lyrics
- тетрадь - yanken lyrics
- leave me - tunillbxy lyrics
- la chanson idéale - elie sémoun lyrics