
phakade lami (acoustic) - nomfundo moh lyrics
phakade lami (acoustic) lyrics
[verse 1: nomfundo moh]
oh yini my love? ndiyakukhumbula
oh hay’, uyandihlanyisa
solokh’ndicinga ngawe
uthe uzobuya nini? hey
ndonwaba xa ukhona
ndonwaba xa ukhona
mina ngiyazifela ngawe
ngicel’ubuye
seng’iyazifela, buya
[chorus: nomfundo moh]
phakade lami, ngab’uphilile na wena?
kunini ngik’khumbule
wenz’ingqondo yam’ izulele le, yeah le
waze wakude, weh
zobuya nini ngik’bone?
[verse 2: nomfundo moh]
ukube nginamandla beng’zodiliz’ intaba
zingisithela, zingisithela wena
buya, buya
sek’yazwela buya
njalo mayeshona malanga ng’nethemb’ uzobuya
ngathi ngyazkhohlisa n*z* phel’iy’nsuku z’yedlula
sthandwa sami, ng’yak’khumbula
buya phela, kunini ngikulindile
[chorus: nomfundo moh]
phakade lami, ngab’uphilile na wena?
kunini ngik’khumbule
wеnz’ingqondo yam’ izulele le, yеah le
waze wakude, weh
zobuya nini ngik’bone?
[verse 3: nomfundo moh]
kutheni kulamalanga, umuntu edlal’imizwa?
it’s like i’m in a paradise, ukuba nawe wedali weh
kuvele kuthi mangizule, ngs’hay’ imoto ngiyokulanda
dali wam’, soka lam’, ng’funa ungibambe
mazuva areba ndichakuona rini?
ub’suku bonke zange ngilale
ub’suku zange ng’lale sthandwa sami
ngilangazelela wena, ngabe wen’uzobuya na?
ngilangazelel’ ukukbona wena wedwa
[chorus: nomfundo moh]
phakade lami, ngab’uphilile na wena?
kunini ngik’khumbule
wenz’ingqondo yam’ izulele le, yeah le
waze wakude, weh
zobuya nini ngik’bone?
phakade lami, ngab’uphilile na wena?
kunini ngik’khumbule
wenz’ingqondo yam’ izulele le, yeah le
waze wakude, weh
zobuya nini ngik’bone?
[outro: nomfundo moh]
zobuya nini ngik’bone?
zobuya nini ngik’bone?
zobuya nini ngik’bone?
Random Song Lyrics :
- february 14th - yokakaminari lyrics
- gorilla glue - lil packi & young beuteu lyrics
- i got the sauce - juicynise, we$t dubai & 1millionu$d lyrics
- pente fino - djamass lyrics
- хаваю ее :п (copy) - 5mewmet lyrics
- i don't wanna feel - aiiana & the bots lyrics
- plane crash (collision mix) - crushing fires lyrics
- survivor's pain remix - lil' vonta lyrics
- ain't outside - johnny cinco lyrics
- tales from the new world - smoking snakes symphony project lyrics