
ekhayakomama - phila dlozi lyrics
[verse 1]
ngthe ma ngihamba endleleni
ngahlangana nekhehla elidala (khehla elidala, khehla elidala)
lathi mtanami sondela lana
konakele law’phuma khona (buy’endlini buy’endlini)
ngthe mangi hamba endleleni
ngahlangana nekhehla elidala (khehla elidala, khehla elidala)
lathi mtanami sondela lana
konakele law’phuma khona (buy’endlini buy’endlini)
[chorus]
ekhaya komama lapho indaba isala khona
ekhaya komama lapho indaba isala khona
ekhaya komama lapho indaba isala khona
ekhaya komama lapho indaba isala khona
[verse 2]
bathi indlu yegagu iyanetha (angena amanzi endlini angena amanzi endlini)
bengisola abathakathi (isandla semfene isandla semfene)
kanti indaba isekhaya komama (iphi inkaba iphi inkaba)
isekhaya komama
bengilele ebsuku phakathi kwamabili
lafika lelo khehla (lelokhehla)
lathi lelo dlozi olithethayo aksilona elakho
(sondelani no xulu sondelani boxhabhashe sondelani boxulu sondelani noxhabhashe)
[chorus]
ekhaya komama lapho indaba isala khona
ekhaya komama lapho indaba isalakhona
ekhaya komama lapho indaba isala khona
ekhaya komama lapho indaba isala khona
Random Song Lyrics :
- slime blood - ynkeumalice lyrics
- i've got a heart full of loving for you - harmony's cuddle party lyrics
- in my eyes - within reach lyrics
- misas negras - asesino lyrics
- without you - rollindopebaby lyrics
- sem preocupação eu toco a meca - mc ph lyrics
- sen - vodvill lyrics
- sheared (pinking shears rework) - mandy, indiana lyrics
- yoohoo! - frostyofficial lyrics
- renacer - lezz lyrics