
photoshop - sam deep, mawhoo & murumba pitch lyrics
aw hay
aw hay
aw hay
kube ngangaz’ uzodlala ngami
uzongimoshela isikhathi
awuxithe lamanzi
ay you gotta go
[?]
qola sthandwa sam’
ungabathembi abangani bakho
[?]
mawung’bhekile ubona isnay
nginaso isixiniseko
abangani bami abawaqambi amanga
hayi thula wena uzosha
awuboni yini photoshop
yabona labangani bakho basimoshela injabulo
awulaleli, awulaleli
awulaleli, inkinga yakho awulaleli
ufuna ukukhuzwa njalo
aw’funi ukukhula u be indoda
wena nje awung’thembi
asikuthi angilaleli
angiyazi lentombazane bak’bonisa yona
yang’thola e’club’ini
yaqela uk’ shoot’a nami
mangik’bona unje, umoya wami uyadumala
tshela mina ufunani?
mina nawe sofa silahlane
ngabe yilaba ubufakazi
ukuthi ngidlala ngawe
tshela mina ufunani?
mina nawe sofa silahlane
ngabe yilaba ubufakazi
ukuthi ngidlala ngawe
mina ngifun’ imali nothando konke
kuyahambisana
uqaz’idoko eliningi angisazi baby
wena udlala ngami
ukube ngenandaba, bengeke ngibuze baby
mina ngiyak’thanda, ingakho ngikwatilе baby
aybo sthandwa sam’
mina ngimoshile ngiyazi
ngiqel’ ithuba ngikujabulise
aybo sthandwa sam’
mina ngimoshilе ngiyazi
ngiqel’ ithuba ngizolungisa
nayi 500k, pholisa amanxeba
ungilinde edubai
nayi 500k, pholisa amanxeba
ngizofika kungek’dala
kube ngangaz’ uzodlala ngami
uzongimoshela isikhathi
awuxithe lamanzi
ay you gotta go
[?]
qola sthandwa sam’
ungabathembi abangani bakho
[?]
mawung’bhekile ubona isnay
nginaso isixiniseko
abangani bami abawaqambi amanga
hayi thula wena uzosha
awuboni yini photoshop
yabona labangani bakho basimoshela umshado
aybo sthandwa sam’
mina ngimoshile ngiyazi
ngiqel’ ithuba ngikujabulise
aybo sthandwa sam’
mina ngimoshile ngiyazi
ngiqel’ ithuba ngizolungisa
tshela mina ufunani
mina nawe sofa silahlane
ngabe yilaba ubufakazi
ukuthi ngidlala ngawe
tshela mina ufunani
mina nawe sofa silahlane
ngabe yilaba ubufakazi
ukuthi ngidlala ngawe
awulaleli, awulaleli
awulaleli, inkinga yakho awulaleli
ufuna ukukhuzwa njalo
aw’funi ukukhula u be indoda
Random Song Lyrics :
- a qui veut l'entendre - wendyyy lyrics
- lonely - t truman lyrics
- el favorito de mami - big soto & eladio carrión lyrics
- spéci szöveg - busa pista lyrics
- baby - lady lychee lyrics
- delosperma acuminatum - esham lyrics
- otro día + - planta lyrics
- bands on bands / rodeo drive - nolan hemmington lyrics
- cokecane - gold huk lyrics
- triste en el putero - ele a el dominio lyrics