
khanda shisa - sizwe alakine lyrics
awubize abantu bethu sibajabulise
ubatshel’ ukuthi izinja sez’fikile
s’bong’ unkulunkulu ukuth’ usasigcinile
phela mina mele ngabe k’dala seng’file, eish
bheka ng’ngena la ng’dripile
siyabaqindezela bazolala bazwile
senzela nokuthi next time bangaphinde
samavandal, abo khanda shisa
biza abantu bethu sibajabulise
ubatshel’ ukuthi izinja sez’fikile
s’bong’ unkulunkulu ukuth’ usasigcinile
phela mina mele ngabe k’dala seng’file, eish
bheka ng’ngena la ng’dripile
siyabaqindezela bazolala bazwile
sеnzela nokuthi next time bangaphindе
samavandal, abo khanda shisa
khanda shisa, khanda shisa
ngen’ estofin’ bay’thanda ishisa
vlns ama action figure
amavandal, abo khanda shisa
khanda shisa, khanda shisa
ngen’ estofin’ bay’thanda ishisa
vlns ama action figure
samavandal, abo khanda shisa
khanda shisa, khanda shisa
ngen’ estofin’ bay’thanda ishisa
vlns ama action figure
amavandal, abo khanda shisa
khanda shisa, khanda shisa
ngen’ estofin’ bay’thanda ishisa
vlns ama action figure
samavandal, abo khanda shisa
mina ngiyimot’ etshontsh’ imali
rivithile kats’
sama big 5, ama animal
thina mas’ngena wonk’ umuntu ushona phants’, eish
mina ngiyimot’ etshontsh’ imali
rivithile kats’
sama big 5, ama animal
thina mas’ngena wonk’ umuntu ushona phants’, eish
wena, austin power
talking your talk and you can’t do nothing
uzenz’ indoda, usese yingane
uyazi lekhekhe libakwe ubani, eish
khulumela phantsi
ng’hamba namabozza abahamba ney’nkabi
can’t kick a cane, kungavele k’phume something
loko kush’ uk’thini, mara vele nawe uyazi
awubize abantu bethu sibajabulise
ubatshel’ ukuthi izinja sez’fikile
s’bong’ unkulunkulu ukuth’ usasigcinile
phela mina mele ngabe k’dala seng’file, eish
bheka ng’ngena la ng’dripile
siyabaqindezela bazolala bazwile
senzela nokuthi next time bangaphinde
samavandal, abo khanda shisa
biza abantu bethu sibajabulise
ubatshel’ ukuthi izinja sez’fikile
s’bong’ unkulunkulu ukuth’ usasigcinile
phela mina mele ngabe k’dala seng’file, eish
bheka ng’ngena la ng’dripile
siyabaqindezela bazolala bazwile
senzela nokuthi next time bangaphinde
samavandal, abo khanda shisa
khanda shisa, khanda shisa
ngen’ estofin’ bay’thanda ishisa
vlns ama action figure
amavandal, abo khanda shisa
khanda shisa, khanda shisa
ngen’ estofin’ bay’thanda ishisa
vlns ama action figure
samavandal, abo khanda shisa
khanda shisa, khanda shisa
ngen’ estofin’ bay’thanda ishisa
vlns ama action figure
amavandal, abo khanda shisa
khanda shisa, khanda shisa
ngen’ estofin’ bay’thanda ishisa
vlns ama action figure
samavandal, abo khanda shisa
Random Song Lyrics :
- fruits of my labor - the gems [sweden] lyrics
- resurekce skeletona - řezník lyrics
- я не хочу в фейк сквад (i don't want to join fake squad) - scally milano lyrics
- zero - guy2bezbar lyrics
- sabah zora - safet isović lyrics
- kalam e iqbal (khudi ka sire nihan) - masuma anwar lyrics
- счастье для мамы (hapinnes for mother) - nokid, monli- lyrics
- sins of the father [mixed] - ka lyrics
- trampas - noemy esparza lyrics
- stuck under - banyah lyrics