grounding - sjava & delayde lyrics
[intro; sjava]
ooh yeah
ooh yeah
[chorus; sjava]
k’thiw’ umama uyakhala ekhaya
uthi “mtanami ng’cela uganwe”
ngamtshel’ uthando lwamanje selihlukile manje l’gcwele udlame
wathi “ngiyaz’ akukholula wemtanami kodwa ng’cel’ uzame”
“nawe uyabon’ ukuthi ilanga liyak’shonela manje, luth’ iy’ngane”
[post*chorus; sjava]
kuyoze kube nini ubaleka, kuyoba nini ubayeka?
amantombazane ayefana
nalona omusha uyok’xaka
kuyoba nini ubaleka, kuyoba nini ubayeka?
yeka uk’shela uyemsamu
awazi umfazi uyacelwa?
kuyoze kube nini ubaleka, kuyoba nini ubayeka?
amantombazane ayefana
nalona omusha uyok’xaka
kuyoba nini ubaleka, kuyoba nini ubayeka?
yeka uk’shela uyemsamu
awazi umfazi uyacelwa?
[verse: sjava]
mama nami ngiyafisa ukugcagcwela ng’fane nezinye insizwa nami
nawe mama uy’qhenye ngami
okwahlula ubaba ukubone ngami
sengilimale kakhulu othandweni ah
inhliziyo yami iyopha ma
yizo zonke lezo izathu zami
mama uzongixolela ngalenqumo zami
ngiyazi bayakpiklela bathi
[refrai: sjava]
libi kimi
libi kabi
wemfazi ongazalanga
uyothi wabonani?
gabi, gabi
gabi, gabi
wemfazi ongazalanga
uyothi wabonani?
mhla ziw’shaya emabaleni akwami
[chorus; sjava]
k’thiw’ umama uyakhala ekhaya
uthi “mtanami ng’cela uganwe”
ngamtshel’ uthando lwamanje selihlukile manje l’gcwele udlame
wathi “ngiyaz’ akukholula wemtanami kodwa ng’cel’ uzame”
“nawe uyabon’ ukuthi ilanga liyak’shonela manje, luth’ iy’ngane”
[post*chorus; sjava]
kuyoze kube nini ubaleka, kuyoba nini ubayeka?
amantombazane ayefana
nalona omusha uyok’xaka
kuyoba nini ubaleka, kuyoba nini ubayeka?
yeka uk’shela uyemsamu
awazi umfazi uyacelwa?
kuyoze kube nini ubaleka, kuyoba nini ubayeka?
amantombazane ayefana
nalona omusha uyok’xaka
kuyoba nini ubaleka, kuyoba nini ubayeka?
yeka uk’shela uyemsamu
awazi umfazi uyacelwa?
Random Song Lyrics :
- wie geht's - herman van veen lyrics
- turbo - onemillionkisses lyrics
- comfort in passing - we are only human once lyrics
- dream big - ai lyrics
- mudar - telma gomes lyrics
- welcome to the ville - bukshot lyrics
- cleansing the infinite - embryonic devourment lyrics
- como dios manda - little san lyrics
- flexin' - daniel nielda lyrics
- don't talk now - harry belafonte lyrics