
isoka - sjava, q twins & mzukulu lyrics
[chorus: sjava]
kahleni bafana
kahleni ukungidlela umona
intombi iqoma lay’thanda khona
ngithi kahleni bafana
kahleni ukung’nyundela
intombi iqoma la ithanda khona
[post*chorus: sjava]
bangak’tshela loku ngami
bakutshele loku ngami
alikh’ isoka elingenasici, banomona love
bangak’tshela loku ngami
baphinde bakutshele loku ngami
hayi alikh’ isoka elingenasici, banomona ngawe love
[verse 1: q twins]
vele bashilo ukuthi wena awung’thandi
ung’thandel’ intozami, vele yimi intozakho
yilokho abajwaziyo
ukukhuluma ngezami
kodwa ezabo angiyingeni, futhi angiyifaki
ungowami, wena ungowami, wena ungowami woh
ungowami, wena ungowami, wena ungowami woh
ungowami, wena ungowami, wena ungowami woh
ungowami, wena ungowami, wena ungowami woh
[chorus: sjava]
kahleni bafana
kahleni ukungidlela umona
intombi iqoma lay’thanda khona
ngithi kahleni bafana
kahleni ukung’nyundela
intombi iqoma la ithanda khona
[post*chorus: sjava]
bangak’tshela loku ngami
bakutshele loku ngami
alikh’ isoka elingenasici, banomona love
bangak’tshela loku ngami
baphinde bakutshele loku ngami
hayi alikh’ isoka elingenasici, banomona ngawe love
[verse 2: mzukulu]
nihambe kabi bafana nasindwa zinyawo
vele bayokhuluma abantu kodwa amandla abanawo
ukube iyathunyelwa inhliziyo beng’zoyithumela
namhlanje ilale ngakuwe (namhlanje ilale ngakuwe)
jikelele, jikelele
jikelele, jikelele
ngithanda wena wedwa
jikelele, jikelele
jikelele, jikelele
ngithanda wena wedwa
[chorus: sjava]
kahleni bafana
kahleni ukungidlela umona
intombi iqoma lay’thanda khona
ngithi kahleni bafana
kahleni ukung’nyundela
intombi iqoma la ithanda khona
[post*chorus: sjava]
bangak’tshela loku ngami
bakutshele loku ngami
alikh’ isoka elingenasici, banomona love
bangak’tshela loku ngami
baphinde bakutshele loku ngami
hayi alikh’ isoka elingenasici, banomona ngawe love
Random Song Lyrics :
- try - sonreal lyrics
- in your pocket - sean hayes lyrics
- little child lost - church of void lyrics
- where are you now (ford's trance commander remix) - diana fox lyrics
- frauen by udo jürgens - udo jürgens lyrics
- somiatruites - albert pla lyrics
- lasta - z.e lyrics
- how deep is your love - gibb barry lyrics
- coco vaughan city g-mix - don papi lyrics
- man.uk - zed-k زادكا lyrics