
amagama - sjava lyrics
[chorus]
amagam’ othando akhona emhlabeni
engak’ biza ngawo awanele
amagam’ othando akhona emhlabeni
engak’ biza ngawo awanele
amagam’ othando akhona emhlabeni
engak’ biza ngawo awanele
amagam’ othando akhona emhlabeni
engak’ biza ngawo awanele
ngoba ab’sekho ubuhle obunjena
lokhu ngak’gcina ngowinnie mandela
ngoba absekho ubuhle obunjena
lokhu ngak’gcina ngowinnie mandela
ngak’biza sweety , ngik’bize lovey
(kodwa law’ amagama awak’chazi ngokwanele ubuhle bakho)
ngakbiza baby , ngikbize nunu
(kodwa law’ amagama awak’chazi ngokwanele ubuhle bakho)
[verse 1]
ngcela ukungacishi ilambu
ng’funa uk’bona izishebo zami
ngicela ungishikilele mkami
akekho ozosibona yimi nawe
baby turn around, maye babo!
ngidla kahle belele abafana
elawini, elawini
lapho es’thola khona injabulo…
[chorus]
amagam’ othando akhona emhlabeni
engak’ biza ngawo awanele
amagam’ othando akhona emhlabeni
engak’ biza ngawo awanele
amagam’ othando akhona emhlabeni
engak’ biza ngawo awanele
amagam’ othando akhona emhlabeni
engak’ biza ngawo awanele
ngoba ab’sekho ubuhle obunjena
lokhu ngak’gcina ngowinnie mandela
ngoba ab’sekho ubuhle obunjena
lokhu ngak’gcina ngowinnie mandela
ngak’biza sweety , ngik’bize lovey
(kodwa law’ amagama awak’chazi ngokwanele ubuhle bakho)
ngak’biza baby , ngik’bize nunu
(kodwa law’ amagama awak’chazi ngokwanele ubuhle bakho)
[verse 2]
ngath’ unkulunkulu mayekudala, wayengajahanga
ngith’ awushodi ngalutho wena
bonke bahle mawungekho wena
avele akhale amakhwela
k-mamatheka umhlaba unyawo mawul’beka
(kunyathela undlunkulu)
akekho ozongithathela , wena baby ngingak’fela
ngawe ngingalwa ngibe bovu
ushisa okudlula istofu
ngathi ngingakushela kabili. ungiqome kabili
ngathi ngingagibela phezu kwecarlton center
ngitshele umhlaba wonke ukuthi uwumuntu wami
[chorus]
amagam’ othando akhona emhlabeni
engak’ biza ngawo awanele
amagam’ othando akhona emhlabeni
engak’ biza ngawo awanele
amagam’ othando akhona emhlabeni
engak’ biza ngawo awanele
amagam’ othando akhona emhlabeni
engak’ biza ngawo awanele
ngoba ab’sekho ubuhle obunjena
lokhu ngak’gcina ngowinnie mandela
ngoba absekho ubuhle obunjena
lokhu ngak’gcina ngowinnie mandela
ngak’biza sweety , ngik’bize lovey
(kodwa law’ amagama awak’chazi ngokwanele ubuhle bakho)
ngakbiza baby , ngikbize nunu
(kodwa law’ amagama awak’chazi ngokwanele ubuhle bakho)
Random Song Lyrics :
- mad stressor - shing02 lyrics
- still feel like your man - ana gallo lyrics
- positive vibe - rittz lyrics
- do it while you can - billy preston lyrics
- facekick - omniscient art lyrics
- inner peace - neotyró x lyrics
- turbo - rex vici & baby ape lyrics
- space walk - joywave lyrics
- california - dan rodriguez lyrics
- каждый новый день (every new day) - kout lyrics