
maduze - sjava lyrics
[chorus]
noma ngabe ukude kunami
kodwa uyohlale ukhona enhlizweni yami
maye ng’yazizonda lezontaba mama ezing’sithela ulovie wami
bhekezela sthandwa sami, kusele iz’nsuku
ng’zokubona maduze
bhekezela sthandwa sami, kusele iz’nsuku
ng’zokubona maduze
maduze, duze, khaw’duze ndiphuze
maduze, duze, khaw’duze ndiphuze
[verse 1]
ng’cel’uyiphathe khahle, lapho ukhona, darlie
nami ng’phatha khahle
ayukuthi angikwethembi
yazi ilingo, darlie hlale yikhona endleleni
ink*mbulo, ink*mbulo
ng’yazi, darliе uyafa ink*mbulo
ng’cela uqaphele inkanuko, inkanuko
ayumzw*ngеndwa uba nenkanuko
[bridge]
mayefika amajongo
uwatshele ukuthi wena uqome le kwazulu
mayefika ezo shela amajongo
uwatshele ukuthi wena uqome le kwazulu
o ntaba dilika
ng’bone isthandwa sami
ay’umama ubiza
[chorus]
noma ngabe ukude kunami
kodwa uyohlale ukhona enhlizweni yami
maye ng’yazizonda lezontaba, mama ezing’sithela ulovie wami
bhekezela sthandwa sami, kusele iz’nsuku
ng’zokubona maduze
bhekezela sthandwa sami, kusele iz’nsuku
ng’zokubona maduze
maduze, duze, khaw’duze ngiphuze
maduze, duze, khaw’duze ngiphuze
Random Song Lyrics :
- н17 - ножевые незабудки (knife forget-me-nots) lyrics
- let's make out - rip swirl lyrics
- break away - dead silent lyrics
- desde entonces - leyi npk & yair xr lyrics
- ножи (knives) - makhrin lyrics
- дать того же тепла (give the same warmth) - less lyrics
- maps - the cd smashers lyrics
- don't leave home (recall mix) - dido lyrics
- shovel - fat motion lyrics
- let's get it crackin' - deuce ai lyrics