
akazenzanga (umary) - steve kekana lyrics
[coro:]
akazenzang’ umary
ngokuk’bophisela isondlo
akazenzang’ umary
ngokuk’bophisela isondlo
wenziwe nguwe eddie
ngok’ngafun’ ukondl’ ingane yakho
wenziwe nguwe eddie
ngok’ngafun’ ukondl’ ingane yakho
[estrofa:]
nom’ ungasam’fun’ unina
kodw’ ingane ngeyakho
asikho isizathu sokuthi
ungasayondli
nom’ ungasam’fun’ unina
kodw’ ingane ngeyakho
asikho isizathu sokuthi
ungasayondli
[ripresa:]
yini
yini ngawe eddie
kodwa yini
yini ngawe eddie
ungafun’ ukondl’ ingane yakho?
yini
yini ngawe eddie
kodwa yini
yini ngawe eddie
ungafun’ ukondl’ ingane yakho?
[estrofa:]
ngoba nom’ ungasam’fun’ unina
kodw’ ingane ngeyakho
asikho isizathu sokuthi
ungasayondli
ngithi nom’ ungasam’fun’ unina
kodw’ ingane ngeyakho
asikho isizathu sokuthi
ungasayondli
[coro:]
akazenzang’ umary
ngokuk’bophisela isondlo
akazenzang’ umary
ngokuk’bophisela isondlo
wenziwe nguwe eddie
ngok’ngafun’ ukondl’ ingane yakho
wenziwe nguwe eddie
ngok’ngafun’ ukondl’ ingane yakho
[outro:]
nom’ ungasam’fun’ unina
kodw’ ingane ngeyakho
asikho isizathu sokuthi
ungasayondli
Random Song Lyrics :
- 僕のサラダガール (salad girl) - ゴダイゴ (godiego) lyrics
- pxct wxth thx devil - doomscale lyrics
- locomotive - srozax, brundours & recy lyrics
- jhh - kruck lyrics
- я умираю (i am dying) (bonus) - duffy lears lyrics
- deia song / llucalcari - fionn regan lyrics
- maafiyan - 2facebleed lyrics
- babki - 032nimble lyrics
- w!th u. - rampageig lyrics
- fwb - human condition lyrics