lirikcinta.com
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

lirik lagu sobabili – kelly khumalo feat. robby malinga

Loading...

uthando lwami nawe
olwethu sobabili
umuntu wesithathu akafuneki

iindaba zethu lezo

yim’ engakushela
yim’ engakuqoma
ngathi sishadane, baby
savumelana
ngakunikeza uthando
ngakunikeza impilo yami
mina nawe sobabili
sathi akekho ozosihlukanisa

uthando lwami nawe
olwethu sobabili
umuntu wesithathu akafuneki
iindaba zethu lezo

anginandaba nondaba zabantu
ngifuna mina nawe sihlale sijabulile
ngaso sonke isikhathi
mina nawe sithandwa sami
ngiyabathanda abangani bakho
kanye nabomndeni wakho
mekufika endabeni zethu zothando ezethu sobabili

uthando lwami nawe
olwethu sobabili
umuntu wesithathu akafuneki
iindaba zethu lezo

mina nawe
mina nawe sithandwa sami
siyathandana
mina nawe sithandwa sami
akekho omunye
akekho omunye sithandwa sami
ozosihlukanisa

uthando lwami nawe
olwethu sobabili
umuntu wesithathu akafuneki
iindaba zethu lezo

lirik lagu lainnya :

YANG LAGI NGE-TRENDS...

Loading...