lirik lagu s’thandwa – sarbzah
[sarbzah:]
ngangizihambel emlanjeni.
ngahlangana nenkosazan enhle enezwi elisulekile
yavele yathi k-mina, eish madoda
[nokwanda:]
ngihambil umhlaba wonke
angkaze ngamthol ofana nawe
othandiwe inhliziyo yami
mina nawe, sthandwa sami
sohlukaniswa ukufa
[chorus: nokwanda]
bambi isandla sami, sthandwa sami, themba lami
uthando lwami ngawe luyamangalisa
mina ngizmisele, ukuba nawe, bambo lwami
kuze kube, ingunaphakade
[verse one: sarbzah]
uwena kuphel empilwen yami
uwena indoni yami, ang-feel grand mawungekho nami
wimpilo yami
asenz izinto sgwem izilingo
ngalefindo sibagez igilo
ngyasha babe lothand umlilo
thatha konke kulenhliziyo..uhm
ngiykhipha zonke manje, ngikfak’ iring sakhe
ngzokwakh umndeni nawe, ngize ngife nawe
n-body do like you
that’s why i love you too
and imma keep it true
forever boo
[chorus: nokwanda]
bambi isandla sami, sthandwa sami, themba lami
uthando lwami ngawe luyamangalisa
mina ngizmisele, ukuba nawe, bambo lwami
kuze kube, ingunaphakade
[verse two: sarbzah]
i’ll never leave you trust me, i’m stuck on you
inhliziyo yami ngathi inawe coz it beats with you
i’ll never leave you trust me, my love is true
noma ngilele ngbona wena, all i see is you
thath uthando lwami sambe, inhliziyo ayimane ijule
ngiyakthanda ntombazane, futhi syoze sguge
abaloyayo ngeke balunge, buka ngfungumdunge
bancane abanjengawe nkosazan umuhle
[bridge & chorus: nokwanda]
you’re all that i need
you’re all that i feel
we were meant to be
you & me
oh ohw oh ohw
bambi isandla sami, sthandwa sami, themba lami
uthando lwami ngawe luyamangalisa
mina ngizmisele, ukuba nawe, bambo lwami
kuze kube, ingunaphakade
lirik lagu lainnya :
- kumpulan lirik lagu nova stella › lirik lagu cost ya life – nova stella
- kumpulan lirik lagu kahdami › lirik lagu whatsapp! – ka$hdami
- kumpulan lirik lagu inoible › lirik lagu y la hermandad? – inoible
- kumpulan lirik lagu lil euphon › lirik lagu monstre – lil euphon
- kumpulan lirik lagu stevio glasperlenspiel bastian stein › lirik lagu so egal – stevio, glasperlenspiel & bastian stein
- kumpulan lirik lagu houdi › lirik lagu à perte – houdi
- kumpulan lirik lagu garrett long › lirik lagu out of the frying pan – garrett long
- kumpulan lirik lagu onionpires › lirik lagu crossfox amarelo – onionpires
- kumpulan lirik lagu fenix darko › lirik lagu abra cadabra – fenix darko
- kumpulan lirik lagu punk christ › lirik lagu ritter der nacht outro – punk christ