
jwayela - thabiso lavish lyrics
jwayela lyrics
[intro]
haaibo mfwethu
mina bengithi ngyay’vukela phela nami ngomuntu mfwethu wamane w*ngibhampela ke mfwethu
angazi ke ukuthi ngenzeni
awumazi utheni?
ngifike nghathi mina
[verse 1]
ngithe “h*llo” wathi “sawubona”
ngathi ”my name is lavish”
wathi “ngiyakwazi
ungaze uzam’ukuyalapho, ungaz’khathazi
mina bese ngizwile ngawe”
ngathi uzweni?
wathi “no no no
indaba zakho nawe uyazazi
everybody knows that you’re a player
hamb’uyo zama abanye”
[chorus]
nab’abantu bengjwayela [ng’jwayela]
bengithi ngyavuka ngomntwana ke manje uyangbhampela
uthi uthando anginalo [x2]
[verse 2]
bangan’bakhe bathi ayi lo mfana
thina siyamazi chomi smazi’kdala
thabiso yena vele kade’badlala
vele uthand’ak*n*lo [x2]
[bridge 1]
weh’mah besengithi ke ng’tholi types yami
besengithi ke wavuk’ umalambane
weh’mah besengithi ke ng’tholi types yami
besengithi ke wa*
[chorus]
nab’abantu bengjwayela [ng’jwayela]
bengithi ngyavuka ngomntwana ke manje uyangbhampela
uthi uthando anginalo [x2]
[verse 3]
bengithi ngyavuka nami
kanti khona lona olok’ehamba ekhuluma ngami
kanti obani abanenkinga nami
abaphumelo’bala [x2]
[bridge 2]
hey wena uyang’hlanyisa
sondela la
ngzokulanda fresh baby ngawe ngyavuka [x2]
[chorus]
naba’abantu bengjwayela
bengithi ngyavuka ngomntwanake manje uyangbhampela
uthi uthando anginayo [x4]
Random Song Lyrics :
- suck a camel's bootyhole - wesley willis lyrics
- ich trink auf dein wohl, marie - tom angelripper lyrics
- fos - mxy lyrics
- groovin' work stylee - oreskaband lyrics
- perfect world - адлин (adlin) lyrics
- soldado - neto peña lyrics
- let me win! - teenietus lyrics
- the show - ross king lyrics
- find me - alviverse lyrics
- slap me silly - christina baker lyrics