
abalalanga - vusa mkhaya lyrics
[chorus]
abalalanga abalalanga
abalalanga bahamb’ ebusuku
abalalanga
abalalanga abalalanga
abalalanga bahamb’ ebusuku
abalalanga
[verse 1]
soneni baba
sadubeka thina
isizwe esihle kangaka
senzeni mdali wami
abantwana behamb’ ebusuku
belala bengadlile
kubuhlungu nkosi yami
[chorus]
abalalanga
abalalanga abalalanga
abalalanga bahamb’ ebusuku
abalalanga
abalalanga abalalanga
abalalanga bahamb’ ebusuku
abalalanga
[verse 2]
mina ngikhalel’ izingane
ezingazi lutho
zona zifelani baba
awu nkulunkulu wami
nkulunkulu somandla
ngenela baba
hawu sadubeka thina
sadubeka baba
[chorus]
abalalanga abalalanga
abalalanga bahamb’ ebusuku
abalalanga
abalalanga abalalanga
abalalanga bahamb’ ebusuku
abalalanga
[verse 3]
sifun’ukubuyela
siyolungisa imizi yabobaba
nceda nkosi yami
nceda mdali wami
abazali bethu
abalal’ ebusuku
bekhumbula izingani
ezaduka lamazwe wonke
[chorus]
abalalanga abalalanga
abalalanga bahamb’ ebusuku
abalalanga
abalalanga abalalanga
abalalanga bahamb’ ebusuku
abalalanga
Random Song Lyrics :
- black boy - kevi morse lyrics
- o meu amor anda em fama - francisco salvação barreto lyrics
- dwl - d/rose lyrics
- leyenda - slim dee lyrics
- entre sueños - denzy music lyrics
- mãe - delta (prt) lyrics
- blueberries - digiaches lyrics
- heavyheat - micsteam lyrics
- dull pain - frvr&alwys lyrics
- eye been - noetic j lyrics