
ekhaya - vusa mkhaya lyrics
[chorus]
ayikhw’indawo enjenge khaya
ayikhw’indawo enjenge khaya
ayikhw’indawo enjenge khaya
ungabhod’ umhlaba wonke
ukhulum’indimi zonke
ungahamba amagumbi amane omhlaba
utshone endizamtshineni
wena yaz’ ukuthi
ayikhw’indawo enjenge khaya
ayikhw’indawo enjenge khaya
ayikhw’indawo enjenge khaya
[verse 1]
omunye lomunye ule khaya lakhe madoda
asibuyeleni
omunye lomunye ulomuzi kayise
asambeni
ungaze uhlale emazweni abanye abantu
ikhaya lakho likulindele
ngoba vele kayikho indawo ngaphandle kwekhaya lakho
ongahlala khona umoya wakho usuthiseke
ungaze ukhangwe ngamalayithi edolobheni elukhulu
kulawo wonke amagumbo omhlaba
hayi mfanakithi yekela lokhu okwenzayo
abadala bakho bayakukhanuka bakulindile
bathi
[2nd chorus]
woze khaya
woze khaya wena
woze khaya
woze khaya wena
ungabhod’ umhlaba wonke
ukhulum’ indimi zonke
ungahamba amagumbi amane omhlaba
utshone endizamtshineni
kodwa yaz’ ukuthi
ayikhw’indawo enjenge khayaw
ayikhw’indawo enjenge khaya
[verse 2]
omunye lomunye ule khaya lakhe madoda
asibuyeleni
omunye lomunye ulomuzi kayise
asambeni
ungaze uhlale emazweni abanye abantu
ikhaya lakho likulindele
ngoba vele kayikho indawo ngaphandle kwekhaya lakho
ongahlala khona umoya wakho usuthiseke
ungaze ukhangwe ngamalayithi edolobheni elukhulu
kulawo wonke amagumb’omhlaba
mfanakithi yekela lokhu okwenzayo
abadala bakho bayakukhanuka bakulindile
bathi
[chorus/outro]
woze khaya
woze khaya wena
woze khaya
woze khaya wena
helele
helele bo
helele
helele
helele bo
helele
helele
helele bo
helele
Random Song Lyrics :
- #hot16challenge2 - juki klimas lyrics
- franio - weltschmerz lyrics
- cashing out - willer lyrics
- man for you* - isaac dunbar lyrics
- cette année - royce lyrics
- 8 figures - jufu lyrics
- like a rolling stone [bridges to bremen] - the rolling stones lyrics
- cruise control - gillet lyrics
- top boy - yen5k lyrics
- premonition - the perfect fool lyrics