
ubuntu - vusa mkhaya lyrics
[verse 1]
ngazalelw’enkomponi mina
ngakhulel’ enkomponi
ngeke ngikhohlwe lapho engivela khona
umuntu ngumuntu ngabantu
isizwe yisizwe ngamasiko
uyikho lokho oyikho ngoba yimi
ngiyikho lokho engiyikho ngoba nguwe
chorus
ho ham
ho ham
ho ham
ho ham
ho ham
[verse 2]
khumbula
khumbula
khumbula la ovela khona
khumbula
khumbula la ozalwa khona
abazali bakho baqakathekile
inkomponi yakho iqakathekile
abangani bakho baqakathekile
hay’ ubuntu bakho buqakathekile
[2nd chorus]
zum yaba yaba yaba yaba yaba yo
zum yaba yaba yaba yaba yaba ho
zum yaba yaba yaba yaba yaba yo
zum yaba yaba yaba yaba yaba ho
zum yaba yaba yaba yaba yaba yo
zum yaba yaba yaba yaba yaba ho
ho ham
ho ham
[verse 3]
amasiko akho aqakathekile
ilizwe lakho liqakathekile
ubuntu bakho buqakathekile
abantu bakini baqakathekile
khumbula
khumbula
khumbula la ozalwa khona
khumbula
khumbula la ovela khona
abazali bakho baqakathekile
inkomponi yakho iqakathekile
abangani bakho baqakathekile
hay’ ubuntu bakho buqakathekile
[chorus]
ho ham
ho ham
ho ham
zum yaba yaba yaba yaba yaba yo
zum yaba yaba yaba yaba yaba ho
zum yaba yaba yaba yaba yaba yo
zum yaba yaba yaba yaba yaba ho
zum yaba yaba yaba yaba yaba yo
zum yaba yaba yaba yaba yaba ho
zum yaba yaba yaba yaba yaba yo
zum yaba yaba yaba yaba yaba ho
zum yaba yaba yaba yaba yaba yo
zum yaba yaba yaba yaba yaba ho
zum yaba yaba yaba yaba yaba yo
Random Song Lyrics :
- uf - af - loliwz lyrics
- i want - hayfitz lyrics
- dipolikos - tiny jackal (grc) lyrics
- la pluie - lucia (kor) lyrics
- naucz się klaskać - młodyba lyrics
- ベテルギウス (betelgeuse) - 優里 (yuuri) lyrics
- bag - kendall mitchell lyrics
- i'm done calling - cesar santalo lyrics
- the last man on earth (the pool sessions) - wolf alice lyrics
- how the melody goes (bonus track) - noah floersch lyrics