
vuka - vusa mkhaya lyrics
[chorus]
walala
walimala
walala
walimal’ inqondo
walala
walimala
walala
walimala inqondo
[verse 1]
uyindoda enjani wena heyi bo
uthand’ukulala
abantwana bayakhala suku zonke
khala ngendlala
umfazi seze wahamba
laye waya kibo
indlala ngeke wayimela
vuk’uyosebenza
vuk’uyosebenza
njengamanye amadoda
[chorus]
walala
walimala
walala
walimal’ inqondo
walala
walimala
walala
walimal’ inqondo
walala
walimal’ inqondo
[verse 2]
wee malala
vuka wendoda
wee mathanda ukulala wena
vuk’uyosebenza
vuk’uyosebenza
vuk’uyosebenza
[chorus]
walala
walimala
walala
walimal’ inqondo
walala
walimala
walala
walimal’inqondo
[verse 3]
ubuthongo abula lifa heyi bo
vuk’uyosebenza
uyindoda enjani wena
uthand’ukulala
amanye amadoda avuka ekuseni
ayadinga umsenzi
amanye amadoda avuka ekuseni
sebenzel’ imuli zabo
wena uyalala kuze kube mini
uyindoda enjani heyi bo
wena uyabutshisa kuze kutshay’u two oclock emini
hayibo
[chorus]
walala
walimala
walala
walimal’ inqondo
walala
walimala
walala
walimala inqondo
Random Song Lyrics :
- mad world - hardwell lyrics
- they live, we sleep - the ataris lyrics
- dia dos namorados - cazuza lyrics
- in drei teufels namen - blokkmonsta, uzi & sdby lyrics
- i'm about to break you - new years day lyrics
- ty & ja - rozbójnik alibaba x jan borysewicz lyrics
- alles riskieren feat. freezy - crankz82 lyrics
- cool me down - tarrus riley lyrics
- l'unico compromesso - gemitaiz lyrics
- 56 days [the mixtape] - pop-a-lot lyrics