
amanga - young cee rsa lyrics
young cee:
ngak’thanda beku jikela;
ngibekezela;
nginethemba;
lokuthi sophumelela;
nangampela la fezeka;
manje ubvbe usewu clever;
akasakhon nokungi bheka;
bamhlaba bamfaka meva;
ebuye ezongibiza u*omega
kade ngibekezele ;
ngzam ukukhuza awfun ukungilalela;
manje ngyaz hambela;
sale kahle ngaphinde ungifonela;
ngibhala lencwadi kuze nawe ungasal umangele;
ngawe sengikhathele ;
mntwano muntu uzongithola sengihembe ;
uyaz kubane ungitshelile ;
ukuthi khona usumtholile;
ngabe nami ngi mobile;
mhlambe u queen ngimtholile;
kodwa cha! ungidlalile;
iskhathi sam isimoshile;
kodwa ngoba sengibonile;
kuthiwa lixhoshwa li bhekile;
ulavi wam use womile;
khohlwa leyompi ayphelile;
wna uyogcina ubuyile;
isangoma sona singitjelile;
eyamadoda ayphel impela bayo kuthola mhla ngifile;
wna ba kudlise imithi impela ngawe baqedile
young
young cee rså
chorus:
mina ang*understand why uqamba amanga ;
uthanda mina noma ungithanda manginemali;
ufuna mina noma ufun u khazin wam;
ye!..yeh!
mina ang*understand why uqamba amanga ;
uthanda mina noma ungithanda manginemali;
ufuna mina noma ufun u khazin wam;
ye!..ye!..
ngoba mangi ngenayo imali;
awungibheki nokung bheka ;
uhlalu busy ne bhola ;
ye!…ye!
Random Song Lyrics :
- clarity - mark u lyrics
- de que adianta? ft. bia lopes - lil rafa lyrics
- inmyzone - jfxrm555 lyrics
- just anotha bitch - slaine lyrics
- k go off - rebel sixx lyrics
- es ist ein neuer sommertag - l@pp3n$4mml3r lyrics
- emociones acidas - lula miranda, asan & zecca lyrics
- everybody hates you - taylor edwards lyrics
- venen - blunts in the garden lyrics
- favorite things - enye lyrics