uzalo - zakes bantwini lyrics
[intro]
[verse 1]
imvula iyana, ung’busisa nangelanga
k’sukela k’dala, w*ng’busisa ngiseyihlwili esiswini sika mama imvula iyana, ung’busisa nangelanga
k’sukela k’dala, w*ng’busisa ngiseyihlwili esiswini sika mama es’swini s’ka mama
[chorus 1]
(kuzalwa abafana, kuzalwa amantombazane)
odade nabafowethu
odade nabafowethu
ngaphuma nabo esiswini sika mama
(kuzalwa abafana, kuzalwa amantombazane)
aw iyo lento eyenza ukuthi sikhumbule emakhaya
igazi liyakhuluma, isisu sika mama
(kuzalwa abafana, kuzalwa amantombazane)
(kuzalwa abafana, kuzalwa amantombazane)
[verse 2]
ungipha amandla ok*melana nengqinamba
thixo somandla, noma ngihamba endleleni zobumnyama
hlezi ungibhekile
ungipha amandla okubhekana nezitha zam’
thixo somandla, beng’cela amanye amandla uzuwaphe umama
ngoba es’swini sika mama
[chorus 2]
(kuzalwa abafana, kuzalwa amantombazane)
odade nabafowethu
odade nabafowethu
ngaphuma nabo еsiswini sika mama
(kuzalwa abafana, kuzalwa amantombazane)
aw iyo lento eyеnza ukuthi sikhumbule emakhaya
igazi liyakhuluma, isisu sika mama
(kuzalwa abafana, kuzalwa amantombazane)
uwe uwe uwe, uwe uwe uweh
baba wethu osezulwini, uzungbusisele uma
(kuzalwa abafana, kuzalwa amantombazane)
uye uye yehe, uye uye yehee
imanzi emhlophe ezala mina nodade wethu
[outro]
kuzalwa abafana
kuzalwa abafana
Random Song Lyrics :
- one of my turns - roger waters lyrics
- raining in kyoto - the wonder years lyrics
- neon sand - the bianca story lyrics
- море москоу сити (moscow city sea) - шеff (sheff) lyrics
- tonic - the glitter shop lyrics
- vay canına - knock out (tr) lyrics
- far of the land - good guy boris lyrics
- from the jump - john wolf lyrics
- branca dias - edu lobo lyrics
- avalanche (live in gothenburg) - leonard cohen lyrics