
egoli - zulu finesse lyrics
(intro)
usgobongo kamashushimpisi kanompempeza
inkosi yabakhongi ebusiswe ngolimi lok’shelela
inkunz’ emnyama lob’ ob’thanda ukucwebezela
inkanyamba usozimanga wekhethelo ongenanembeza
ngithi nkosi
bayyeeedee!!!
(chorus)
mali mali mpande yesono w*ngenz’ umuntu x2
sifik’ egoli singenamali
sichonyelwa ngomntakabani
we stayed on the mission like ughandi (like ughandi) x2
(verse 1)
ngisebenza kanzima for ifuture yami
mina angifun’ idrip, ngifun’ insunami
imali k’phela esekhanda lami
k*mele uqale ufund’ ukukhuluma ukupersua
abanye abantu benz’ into oyifunayo uma uyifuna
i am finessing isizulu buka, funda
build a business around it uyibone ikhula
singo somabhizinisi befuture
ifuture ayiqali kude iqala k’sasa
wena uhlezi awuherezi uwotha ilanga
thinga sivuka njalo ekseni siyophanta
bathi igoli lingishintshile
unembeza wami ufile
inhliziyo bayiphulile, bayiphulile inhliziyo
(bridge)
sifike lana ejozi
aw ngithi sifike lana ejozi
sizophanda x 5
(chorus)
mali mali mpande yesono w*ngenz’ umuntu x2
sifik’ egoli singenamali
sichonyelwa ngomntakabani
we stayed on the mission like ughandi (like ughandi) x2
mali mali mpande yesono w*ngenz’ umuntu x2
(verse 2)
when you see me coming through k*mel’ uthi bayede
ikhanda lakh’ al’nalutho ligcwel’ usimende
angithi ngithanda iy’ngubo uk’shintsha shintsha upende
sekuyis’khathi igame ingidedele
welele we malo ezulwini uyay’bona indodana yakh’ ishikisha kanjani
welele my lord uyabona le namba yami izothikameza umzansi
egoli ufikeleni
egoli ufikelephi
as’nandaba uzalelwephi
ok’balulekile ufelephi
ukhande imali engakanani
bangaki abantu abasizakele ngoba ubukhona lana
Random Song Lyrics :
- amor proibido - naipe gringo lyrics
- i dont suck toes - triple goose!! lyrics
- proud - lando chill lyrics
- vlad, son of the dragon - the black dahlia murder lyrics
- beast! - j4ydizz1e lyrics
- food 4 thought - jack mushroom lyrics
- явление (appearance) - quok lyrics
- to the money - jesse is heavyweight lyrics
- cream - sy ari da kid lyrics
- evolución - lori meyers lyrics